abesifazane abalahlwe abayeni, abahlukeni nabayeni nalabo abangakaze bashade, kukho konke abakwenzayo. bayaphoqwa ukuthi babalahle. Asikhulekele ukuthi, wonke ukuntu azithole izinsiza zezempilo e India. Abafelokazi abasanda kushonelwa abayeni, besalungisa amaphepha, benza nezinye izinto ebezenziwa abayeni, besazama nokujwayela isimo asebebhekene naso. Sikhulekele ukuthi uNkulunkulu abaphe amasu okuzimela. Amakhosikazi akholwayo anabayeni ababoshiwe noma ababulewe ngenxa yokukholwa iNkosi uJesu Kristu. labo mama kufanele banakekele imindeni yabo, iningi labo alinikwa imisebenzi kanye nezindlu. Asifunde AmaHubo 18:6. Abafelokazi ngenxa yezimpi ukuthi, bafumane izindawo eziphephile zokuhlala nabantwana babo, bathole nemisebenzi. Asikhulekele ukuthi amantombazane abo angaganiselwa amadoda amadala. Amazwe angavumeli ukuthi abafelokazi babe nezindawo zokwakha. Uma kufa babayeni, labo bafelokazi bathathelwa amakhaya nakho konke abanakho. Kwesinye isikhathi abantwana bathathwa abomndeni wendoda. Abesifazane abampofu abanikela kwabampofu kakhulu kunabo, abadinga ukuzwa ngothando lukaNkulunkulu. Abafelokazi nomama abalahliwe abasebenza kanzima ukuze bathole ukudla okukodwa kosuku, kwemindeni yabo. Asikhulekele labo abangenayo imali yokuthenga imithi yokwelapha abantwana babo abaphethwe uMalaleveva nezinye izifo. Abaholi bemiphakathi, nabasemthethweni babeke imithetho evikela abafelokazi nezintandane. Asifunde Isaya 10:1-2. 25 E India abafelokazi bayizigidi ezingu 40, abanye 15 bahlukunyezwa amasiko, abanganakiwe, abahlukunyezwayo nabaswelayo. Abafelokazi abaningi e India basebancane kakhulu ngeminyaka, ngenxa yokuganiswa emadodeni amadala kunabo. 16 Usizo oluvela kuNkulunkulu kulamakhosikazi ase Mynmar akhulekayo, alahlwe abayeni wona kanye nabantwana babo. Phakathi kwabo kukhona onabantwana abangu 7, kanti omunye unabantwana abahlanu. 17 Kunezigidi zabantwana ezihlala emigwaqeni, abafundi, abavikelekile, bayahlukunyezwa ngokushaywa, ngocansi, balahliwe, babhema izidakamizwa. 26 Sikhulekela abafelokazi, omama abalahlwe abayeni kanye nezintandane 27 Izintandane zazi ukuthi uNkulunkulu ufuna 28 18 ukuba ubaba wazo, ufisa ukuthi zibe ingxenye yomndeni wakhe waphakade. (kwabase Efesu 1:4-5) Ukuhlakanipha kulabo abafundisa ngo (PH) 19 besamukela izingcingo nezincwadi ezivela kubafelokazi nakomama abalahlwe abayeni. 29 Omama abangabodwana abaphoqwa ukuthi 20 bashiye abantwana babo ezihlotsheni, ukuze bahambe bayofuna imisebenzi emadolobheni akude. 30 Abesifazane abashonelwa abayeni kanye nam21 adodana awo empini, amadodakazi awo ebiwa amasotsha. “Uyalapha inhliziyo ephukileyo.” AmaHubo 147:3. 31 Abafazi abanamadoda asemajele, azama ukuba 22 omama futhi abe obaba ebantwaneni, bezama ngawo wonke amandla ukuthola izinsiza zokunakekela imindeni yabo. Izintandane zithole ukuvikeleka nokunakekel23 wa. Asikhulekele ukuthi izindawo ezigcina izintandane, zizivikele ekuhlukunyezweni, kungabibikho ozishayayo. Imizamo yokuqeda ububha e China, India, e 24 Russia nakwamanye amazwe, ukuze kuthi abangenawo amandla okunakekela abantwana babo, Uhlelo Abesifazane Abanethemba lisakaza ngezilimi ezingaphezulu kuka 65. Izicelo zemikhuleko yenyanga zaka PH zisetshenziswa ngezilimi ezingu 80. Ikhalende lomkhuleko January 2015 isiZulu J a n u a ry 2 0 1 5 • S i k h u l e k e l a A besifazane abafundisa ngo (PH) e Ivory Coast umsebenzi kaNkulunkulu bawenza njengowabo. NjengoJesu epha ukudla labo ababelambile, ephilisa abagulayo, ebheka nalabo abanezidingo, labo abesifazane abahambela abafelokazi, omama abalahlwe abayeni babo kanye nezintandane. Babanikeza ukudla okungamabhokisi, imithi, insipho, kanye nothando. Kwesinye isikhathi bahamba ngezinyawo amabanga amade, behambela abesifazane abanezinkinga, abanye babo (Abesifazane abasebancane abanabayeni abasemajele, abashonelwe abayeni, abangasenabo omama abazobasiza babagadele abantwana uma beyosebenza, abashintshe inkolo base belahlwa abayeni kanye nemindeni, asebebadala futhi begula.) Babafundisa ngothando lukaNkulunkulu, bamema nabesifazane abanezinkinga ukuthi beze bazothola ukuthula, ukuphumula, nokuphiliswa okutholwa kuJesu Kristu. Abesifazane abakhulekayo base Yopougon bahamba ngemoto ngoba, u Mrs Germaine owaqamba imoto yakhe ngokuthi u “Hanna,” uthanda bayisebenzise uma behambela noma beyofundisa abanye omama. Kwathi ngo Okthoba, sebebanikile omama nabantwana abasezibhedlela izithelo, insipho, nokudla, kwaba khona okusalayo. Omunye wabo wacabanga ngomakhelwane wakhe oshonelwe umyeni, bathatha lokho kudla bakuhambisa kuye. Lomakhelwane, ukhulelwe futhi unomntwana womfana oneminyaka emithathu. Kwakungokokuqala ukuba ahlanganyele nalabo mama, kodwa impilo yakhe yaguquka uma ebona labomama bemhambela, nokuzwa ngothando lukaNkulunkulu. Bamnika izipho, bakhuleka naye nomndeni wakhe bekhala izinyembezi. UNkulunkulu wayenabo. Ithimba lika (PH) liyaphuma liyohlanganyela nomama abakhulekayo, abafelokazi, omama abalahlwe abayeni, abaswela ukudla, izingubo zokugqoka, amakhaya aphephile, izinsiza zemithi, nemfundo yabantwana. Umfelokazi osemncane wase Ivory Coast wabhala wathi, “ Ngiyabonga kakhulu ngalesisipho! Ngangingazi ukuthi ngizolala ngidleni mina nabantwana ngalobobusuku, nase niyafika. Ngiyabonga kakhulu!” a b a f e l o k a z i , o m a m a a b a l a h lw e a b ay e n i k a n y e n e z i n ta n d a n e S icela nikhulekele ... Abafelokazi ababalelwa ezigidini ezingu 200 em1okubuhlungu hlabeni wonke. Ababhekana nokuhlukumezeka njengokudlwengulwa, ukungabi nam- akhaya, ukuphucwa konke abanakho, abanye babulawa ngokushiswa. Abesifazane abazizwela belahliwe ngokungatshelwa ukuthi ukufa kukaJesu kwazobalethela ukuthi babe nobudlelwane noNkulunkulu, “Usenibuyisele nani emzimbeni wenyama yayo ngokufa ukuba animise ningcwele, ningenasisihla.” Kwabase Kolose 1:22 Abafelokazi abazizwela isizungu ngemuva kokufa kwabayeni babo. Asikhulekele nabantwana abangenabo abazali. Asikhulekele ukuthi baduduzwe uthando nokunakekela kukaNkulunkulu. UNkulunkulu wethu ongumnini mandla onke uthi laphaya ku Duteronomi 10:18, “Asivikele izintandane nabafelokazi!” Izifundo zika (PH) nezika (WoH) esezisakazwa ngezilimi ezingu 66, ziyaqhubeka nokukhuthaza, nokufundisa, nokweluleka abesifazane bomhlaba wonke, zibafundisa ukwenza izinqumo eziyizo nokwazi ukuthi babaluleke kangakanani kuNkulunkulu. Izigidi zezintandane ezidinga uthando, ukuvikeleka, imfundo, nokuphila okuphakade okutholwa ngokwamukela uJesu Kristu. izimpi zobumnyama, izifo, nendlala zibulala impilo yalabantwana. Abesifazane base Albania abahlala ngabodwana, abanye bahlala nabayeni abaphuzayo, abagembulayo, imindeni yabo ihlale ingenakho ukudla. Asikhulekele amasonto anikeza abantu abalambile isobho nezinkwa, bebalalelisa futhi iZwi likaNkulunkulu emsakazweni. Abesifazane abafundisa ivangeli ngezifundo zika (PH) besiza abafelokazi nezintandane ngezingubo, izicathulo nezikhwama zokuphatha izincwadi uma beya esikoleni. 2 3 4 5 6 7 abanakekela abantu abadala ukuthi 8ngobaAbesifazane bavumele omama bomthandazo babavakashele, banesizungu. Amathimba ka (PH) eTurkey avakashela amakhaya abafelokazi, bebafundisa ngothando lukaNkulunkulu, belalela nezidingo zabo. Babafundisa nokuthi babaluleke kangakanani kuNkulunkulu, babaphathele nezipho. Okubuhlungu abaphathi balezindawo bayabanqabela ukungena ngoba bekhuluma ngoJesu. Omama abaphethwe isifo sengculaza e Tanza9eyenziwa nia, ukuthi bathole ukududuzeka ngemikhuleko omama besebenzisa ikhalenda lika (PH). Asikhulekele ukuthi u (PH) aqhubeke nokufundisa izindlela zokusebenza ukuze bakwazi ukunakekela imindeni yabo, ngemali yerent, ukudla nezingubo. Abafelokazi nabesifazane abakholwayo, 10 abacabanga ngokushada namadoda angakholwa. Asikhulekele ukuthi balindele uNkulunku- lu, bamethembe ukuthi uzobavezela ukuthi uhloseni ngabo. Asikhulekele abaholi bamasonto ukuthi banakekele abantu besifazane abangabodwana, ngoba banendawo embusweni kaNkulunkulu. Izigidi zezintandane ngenxa yabazali abafa ngengciwane lengculaza (HIV/AIDS, kanti 11 kunezingane eziphila naleligciwane lengculaza (HIV/ AIDS). Asikhulekele ukuthi labantwana balizwe izwi likaNkulunkulu ezinhlelweni zika TWR ohlelweni, (Ubufakazi base Mfuleni) oselusakazwa ngezilimi ezingu 7 emazweni angu 10. Abafelokazi base Kenya abaganiselwa en12 dodeni yomndeni uma, umyeni eseshonile. Baningi abesifazane ababanjwe ilelosiko, abaphila kabuhlungu. Ogogo abangenazo izinsiza ezanele zoku13 nakekela abazukulu abashiywe abazali babo ngenxa yesifo sengculaza, esesiqede imindeni. Abesifazane abazizwela benesizungu 14 ngesikhathi sokudla, nangamaholide, nasemasontweni ngoba bengasekho abayeni. Asikhulekele imindeni ekholwayo ukuthi, izwelane nabafelokazi, Project Hannah • P O Box 4232, Kempton Park, 1620 • Phone: 011 974 2886 • [email protected] • www.phafrica.org
© Copyright 2026