Aba olun kwa aba guma -CAN ntu ham SA emi ba bano pha nen Phi kat dlw ko l hini ana wez . oluh empi lola lo Ubungozi besikhathi eside bomdlavuza webele kubantu besifazane baseNingizimu Afrika o-1* kwabangama-35 UTHI UBUWAZI? Izimpawu ongaziqaphela AMAKHULU NAMANCANE, masiwanakekele wonke! Hamba uyohlolela umdlavuza webele njalo nje MOBILE HEALTH UNIT Isigaxa ebeleni noma ekhwapheni Ukushwabana kwesikhumba sebele Ukukhula okungajwayelekile Ibele elisezansi kwebele elilodwa ngokungajwayelekile kunelinye. Izingono ezingaqondene Abakwa-CANSA banoPhiko lwezempilo olungumahamba nendlwana oluhlola abantu emiphakathini. Ukukhula kwezindlala Ukuvuvukala okungajwayelekile emakhwapheni IZINKOLELO NAMAQINISO Ngisemncane kakhulu ukuthi ngingaba nomdlavuza webele Abesifazane abaningi abangaphansi kweminyaka engama-40 kutholakala ukuthi banomdlavuza webele Abesilisa angeke bawuthola umdlavuza webele O-1 emadodeni ayi-1 066 anobungozi besikhathi eside bomdlavuza webele UKUGWEMA UBUNGOZI • Zihlole ngokwakho amabele njalo ngenyanga • Hamba uyohlola njalo (ukuhlolwa kwamabele kwabezempilo) • Insiza kuhlola ebizwa nge-SureTouch - non-invasive device ukuze uphephe uma uhlola amabele (ayilona ithuluzi lokuhlola) - iyatholakala kwezinye izikhungo zokunakekela zakwa-CANSA • Abesifazane abangakhombisi zimpawu kumele beyokwenza i-mammogram njalo eminyakeni emithathu kusukela eminyakeni engama-35 yobudala Ukushintsha kwesikhumba Ukufocozeka kwengono noma ukushona phakathi esizungeze ingono noma ukuphuma udoti engonweni kwengono Utshwala abuhlangene nomdlavuza webele Ukuphuza utshwala kunyusa ubungozi bomdlavuza webele Abesifazane abanomlando womdlavuza webele kuphela abasengozini Bonke abesifazane basengozini, kodwa umlando womdlavuza emndenini uyabunyusa ubungozi Angikaze ngibe nezingane, ngakho-ke angeke ngibe nomdlavuza webele Abesifazane abangakaze babe nezingane, noma abazithole emva kweminyaka engama-30 yobudala, basebungozini obukhulu bomdlavuza webele Sponsored by NATIONAL LOTTERY TM NLDTF *Izibalo zaseNingizimu Afrika ngokoHlu loMdlavuza kuZwelonke (NCR) 2005 Inombolo yocingo yamahhala 0800 22 66 22 www.cansa.org.za
© Copyright 2024