mahhala umfumfu • 2014 UKUSOKA: UNGASALI! Fighting Disease, Fighting Poverty, GivingIthemba Hope Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ukuqwashisa Ngomdlavuza Webele Kubalulekile ukuthola kusenesikhathi…. Umyalezo ovela ku Ngesikhathi welashwa gxilisisa bese ubuza udokotela wakho konke ofisa ukukwazi. Ungaphikisani nokuzwayo, yamukela usizo emndenini nakubangani. Ungalilahli ithemba! Unganqotshwa umdlavuza, futhi uma usunqobile uba namandla uthokozele impilo. Buka mina emva kokwelashwa, ngivakashela eNdiya njengoba ngangizethembisile ngiselashwa eminyakeni emibili eyedlule. Ngisinde emdlavuzeni webele. Okumele kwenzeke kuyenzeka. Okukwehlulayo kubike kuNkulunkulu. Umdlavuza ungenye yezinkinga. Ngamandla, uthando nosizo lomndeni wami noNkulunkulu, ngithokozela usuku nosuku. Ngithole ukwelashwa, ngakhuleka nsuku zonke ngingangabazi ukuthi uJesu unami. Umusa kaNkulunkulu usanele sonke. Uye ungazi ukuthi unamandla kangakanani kuze kube yisikhathi lapho ukuba namandla kuba yikho kodwa okumele ube nakho. Ukweseka abalwa nawo Ukuncoma abasinde emdlavuzeni Ukuhlonipha Asebedlule Nokungalilahli Ithemba UKUQWASHISA NGOMDLAVUZA WEBELE MEC WezeMpilo e-KZN, o uDkt Sibongiseni Dhlom N ngos jengoba ufunda le i, ngicela bese uzibuza ukuba kewume kancane cabange nje uku le mibuzo emibili: uke aboni? ng uku ani ukuthi kuyinto enj ehlo am la eke nak uku Ngabe wenza okufanele ale ng sa ata tas ima akho? Impilo esiyiphilayo hlwe ukunakekela ndlela yokuthi size sikho nje lokuthi uma ile lim impilo yethu. Iqiniso yethu impilo yethu singayinakekeli imizimba iyokhinyabezeka. okwelapha yakwaLancet olushicilelwe yijeneli yez bayokwenyuka luhlawumbisela ekuthini ingizimu Afrika eN ngama-78% abantu bas omdlavuza. Okuhle ben e yob ngowezi-2030 aba bele njengeminye nje ukuthi umdlavuza we uma utholakale imidlavuza uyelapheka kusenesikhathi. ukubonga Ekugcineni ngifisa i, izingane kanye bonke abantu, abazal lizwile ikhwelo nababheki bezingane aba iwale lengculazi egc kw lokulwa nokusabalala a lw ke ke na Yoku okwe. Thina UMfumfu yinyanga nengculazi ngokuthi kus kekeli amehlo ana gaw un ub pilo KwaZulu-Natali a um zem , We lo o Kwameh njengoMnyang ntu aba nke Bo . ele kek zokusoka kuso sonke akho, usengaqala uwana sesiqale izinkambi zethu le she aka bav ele kum a kaMfumfu. Sihlose abanezinkinga zamehlo isifundazwe ngale nyang he hes bas ze uku pilo sekusokwe izigidi izikhungo zethu zezem ukuthi kufike owezi-2016 la kha ezi e gan Izin . wa ash ukuthi ababaningi bahlolwe bese bel ezi-2.5. Sisandakuthola wa on ob ziy ele ba bazosokwa. kum le ile kah ngokungaboni okwanele abaphum uku ng nke Bo hi. hat kusenesik angelwe yizimo abasebenzi bezamehlo Sikholwa ukuthi lokhu kub ye nomfutho kan la uke olungelona iqiniso ash sik azi ifo olw nes ng abantu aba ezahlukene ezinje lo nja o ehl e am kanye nokuqinisa wegazi kumele bahlolw abalitholayo, izinkoleloze me we bag ze uku ha tha leli thuba ngicele ezinyangeni eziyisithup ikhanda. Ngifisa ukutha o uth mf no aba u lu-Natali ukuba basoke. izinkinga ezinkulu. Abant bonke abantu baKwaZu se nzi ebe bas ele kum abo la igciwane lengculazi ophezulu emehlweni Ukusoka kwehlisa ukutho aboni. ng uku me we bag ze uku sazi ukuthi i-KZN yaziwa amaconsi amehlo ngama-60%. Njengoba a sw lali oku ng a zegciwane lengculazi, usw lus ezu Ungwengwezi ngenezibalo eziph lu nje e bay ele kum ga nenkin imingenelelo ehlose okwejwayelekile, labo aba ngakho kumele siyeseke a kub a um lu khu ne ika e. Ukusoka kungukhiye ezikhungweni eziseduza ukwehlisa lolu bhubhan aka iny nem aba o Lab ekulweni nokusabalala luvindi emehlweni abo. uma sifisa ukuphumelela o ehl am e lolw bah ele kanye nengculazi kanye engaphezu kwama-40 kum kwegciwane lengculazi esingenangculazi kuze njalo kanye ngonyaka. nokuba nesizukulwane a his as qw ku Yo a ng so sezigidi ezi-2.5 UMfumfu yinya kube ngowezi-2030. Isifi sa uzi mb khu oku le, be lu. Kepha njengoba We Ngomdlavuza sibukeka sisikhulu kakhu ukuba ika Afr u izim ta uMandela asho ing eN o bas bonke abantu aba wethu ongasekh uTa ub 5 a-3 am ng aba sifazane kungeke kwenzeke bahlole. Oyedwa kwabe ukuthi kuye kubonakale ala lak uyotho ineqiniso lokuthi ngolapha eNingizimu Afrika kuze kube kuyenzeka. Ng th ou zeS o bal ezi okw ng le kuyokwenzeka. enomdlavuza empilweni kweseka kwenu okuphele uva kam lwa go nin wa Uc y. African National Registr ! UNkulunkulu Anibusise Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba umfumfu 2014 okuqukethwe Umdlavuza webele ukusoka UKUDLA KWASEAFRIKA KWESINTU UKHULELWE? Funda ngokubaluleka kokuqaphela amazinga e-iodine yakho UMDLAVUZA WEBELE Ukuncelisa ibele kungakwehlisa kanjani ukuba sengcupheni kowesifazane IZINDABA ZEZEMPILO E-KZN Ezakamuva ezivela emnyangweni wezempilo esifundazweni UKUSOKA Ungasali, funda okuningi ngaphakathi UKUDLA KWASE-AFRIKA KWESINTU Kunempilo, nomsoco kanti kushibhile! UKWETHULELA ISIGQOKO ABASEBENZI BESIFAZANE BEZEMPILO Omama bachitha isikhathi esiningi benakekela izingane zabo baze bazikhohlwe bona. Lolu suku olokukhumbuza bonke abesifazane, ikakhulu labo abakhulelwe ukuba badle okunempilo bese beqinisekisa ukuthi bathola i-Iodine eyanele emizimbeni yabo. Izinsuku ezibalulekile zezempilo ngale nyanga UMFANEKISO Kungani kungabulala ukukhetha amathoyizi angalungile kanye nopende Konke okushicilelwe kulo magazini kuyilungelo le-Ezempilo… Health Matters futhi kungase kuphinde kukhiqizwe futhi kusakazwe mahhala ngezinjongo zokufundisa kuphela. Kubaluleke ngani? Izimpawu zokuthi awuyitholi ngokwanele i-iodine I-Iodine iyikhemikhali esendlaleni ithyroid esiza ukulawula ukushaya kwenhliziyo, amafutha egazini bese ibhalansisa namahomoni. Indlala ithyroid isezansi nentamo yakho kanti isiza ekugayeni ukudla. Ngokwejwayelekile abesifazane baye baswele iIodine ngoba indlala yabo yethyroid inkulu ngokuphindwe kabili kuneyabesilisa. Uma ukhulelwe bonana nomtholampilo noma unokunye kwalokhu okulandelayo, okungaba yizimpawu zokuthi umzimba wakho awuyitholi i-iodine eyanele: Umthelela enganeni Ukwesweleka kwe-iodine kowesifazane okhulelwe kungaholela kulokhu okulandelayo: UKUQWASHISA NGEZEMPILO Sinike uvo lwakho, noma usitshele ukuthi ucabangani ngalo magazini! P O Box 25439, Gateway, 4321, UCINGO-031 825 6790. I-EMAIL: editor@ezempilohealthmatters. co.za ILUNGELO LOBUNIKAZI Usuku Lukazwelonke Lokusweleka Kwe-Iodine Siyababonga laba abalandelayo ababe neqhaza: UMusa Njoko uphumela obala Zonke izikhangiso ezikulo magazini akukona ukuthi zisekelwa ngokusemthethweni uMnyango Wezempilo Wase-KZN, uMasipala WasEthekwini noma Ezempilo Health Matters Iodine komaa kwema abakhulelw e nabancelisayo kung ingqondo enabulala g esakhulayoaneni . 29 Abasebenzi bezempilo UMNYANGO WEZEMPILO E-KZN: UPHIKO LWEZOKUXHUMANA U-ZOHRA MOHAMED TEKE (UMHLELI) COLIWE ZULU THANDI ZULU THEMBA MNGOMEZULU sara auld DR GUGU MAZIBUKO ISEXWAYISO ! Ukweswele k umfumfu Ukuba sengcupheni yokushonelwa yingane noma izalwe isishonile Ukuba sengcupheni yokuthola ingane singakafiki isikhathi Ingane ingazalwa inokukhubazeka okuthile okungaba ukulimala kwengqondo, ukungakhuli ngendlela, inkinga yokuzwa neyokukhuluma. Ngisho ukwesweleka okuncane kwe-iodine uma ukhulelwe kungaholela ekungahlakaniphini kwezingane. Ukukhathala – okungejwayelekile Ukubanda kwezandla nezinyawo Ukungakhumbuli kahle nokungabambi kahle emqondweni Ukuqumba kwendlala i-Thyroid Ungaqinisekisa kanjani Yikuphi ukudla okumele ukuthi uthola i-iodine eyanele kugwenywe ngabesifazane Ngokwejwayelekile umuntu udinga abakhulelwe? ithispuni nje le-iodine empilweni yakhe yonke, kepha ngenxa yokuthi ngeke sagcina i-iodine isikhathi eside emizimbeni yethu, kumele siyithathe kancane kancane. Indlela yokwenyusa amazinga e-iodine ukuba sidle kakhulu ukudla kwasolwandle kanye nenhlanzi. Okunye kokudla okuneiodine, amaqanda kanye nemikhiqizo yobisi efaka ubisi, ushizi kanye neyogathi, u-anyanisi kanye neredishi. Gwema ukudla okunjengeklabishi, amakinati, ufulawa wesoya, amabrussels, amasprouts, ukholiflawa kanye nobrocolli ngoba kwehlisa i-iodine. Ungawudli usawoti omningi kunokwejwayelekile, zama ukuthenga usawoti o-iodised kunowejwayelekile wasolwandle. Imifanekiso esetshenziswe kwEzempilo eyokucacisa kuphela, ayiqondile ukuveza abantu bangempela futhi ayimele lokho okuqukethwe ushicilelo. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba Umfumfu inyanga... Yokuqwashisa Ngomdlavuza Webele wan uc ingo olusha isa l e c n u Uk wehlisa ibele nkgcuphe ubu lavuza bomd bele we Iningi lethu liyazi ngomdlavuza webele kepha alazi ngohlobo lomdlavuza webele ohlasela kakhulu abesifazane base-Afrika. Waziwa ngokuthi umdlavuza webele i-triple-negative kanti uhlasela abesifazane base-Afrika kathathu ngaphezu kwanoma yibaphi abanye besifazane. L olu hlobo lomdlavuza luyinhlanganisela yemidlavuza kanti kunzima ukulelapha, ngisho kunganikwa ikhemo eningi kuneyejwayelekile. Ucwaningo lwakamuva Ngokuncelisa ibele Izindaba ezimnandi ezokuthi ucwaningo olusha lomhlaba luveza ukuthi abesifazane base-Afrika abancelisayo bangakwehlisa ukuba sengcupheni kwabo kokuthola lo mdlavuza webele. Ucwaningo lwaseMelika luveza ukuthi umdlavuza webele uhlasela kakhulu abesifazane abathole abantwana kepha bangabancelisa. Abesifazane abancelisayo bayavikeleka bona kulolu hlobo lomdlavuza obulalayo. Ubani osengcupheni yomdlavuza webele? Nakuba abesifazane asebekhulile besengcupheni kakhulu kepha nabasebancane nabo bayaba sengcupheni. Labo besifazane abanomama, osisi nogogo abake baba nalo mdlavuza basengcupheni enkulu. Abesifazane abangazange babe nabantwana noma babe nabantwana sebeneminyaka engaphezu kwama-35 basengcupheni kakhulu kanye nabesifazane abaphuza izingilazi ezingaphezu kwezimbili zotshwala, ngosuku! Yizimpi izimpawu? Isimila ebeleni noma eduze nalo noma ekhwapheni – nakuba izimila eziningi ziye zingabi nalutho kepha uma uzwa kungejwayelekile, hamba uyokubheka! Ukushintsha kobungako kanye nomumo webele Ukushona phakathi kwesikhumba sebele Ingono ishone phakathi Kuphume uketshezi olungajwayelekile engonweni Isikhumba sebele, ingono noma indawo emnyama ezungeze ingono ikhekhebuke, ibe bomvu noma ivuvuke Isikhumba sebele sibukeke noma sizwakale sengathi iwolintshi elihlutshwayo Ukwelashwa Izindlela ezintathu zokwelashwa komdlavuza, ukuhlinzwa, ichemotherapy kanye neradiotherapy. ILO KUPHEPHISA IMP UKUTHOLAKALAHI! KUSENESIKHAT e kumele azi ukuthi Wonke umuntu wesifazan lasela noma nini, kepha umdlavuza webele ungah a hathi kwandisa amathub ukutholakala kusenesik ile lek alu kusenesikhathi, kub okulwa nawo. Ukuhlola ze uku o abele akh ukuhlala njalo uzihlola am emabeleni akho bese sho int ush ole usheshe uth ye Zihlole amabele akho kan uhlolwa emtholampilo. thi kha esi usesikhathini ng ngenyanga ngesikhathi kanje: ke zon a esifanayo nyang ho se ufaka isandla sak Lala phansi be nsi kwekhanda. sakwesokudla ngapha izicubu ezisebeleni Uzizwa kahle zonke uma ulele phansi. o hambili leminwe yakh Sebenzisa ingap le xe un sok we ak yang emithathu ephakathi eleni ukuze uzwe izimila eb . dla ku langakweso indezela ugcine Qala kancane uc ukuze uzwe zonke kh usucindezela ka ulu izicubu. mila yo uma usubheka izi Yenza okufana . ele nx ebeleni langakwesoku ko bese ubheka bu esi kw bi am Yima ph abeleni akho. okungajwayelekile em i lamabele akho uma Hlola ingaphans okwenyusa kancane uhleli noma umile ng a ukuzwa uma kukhon ingalo ukuze ukwazi okusolisayo. Ukuhlinza kususa isimila kanti kugwema ukusabalala komdlavuza. IChemotherapy yenziwa ngokufaka idriphu emthanjeni osengalweni ukuze kubulawe amaseli omdlavuza. KuRadiotherapy kusetshenziswa imisebe ukubulala amaseli omdlavuza. Kuvelwa kude nokwelashwa komdlavuza. Hamba uyohlola njalo bese ukhumbula ukuthi ukutholakala kwezinkinga kusenesikhathi kwandisa amathuba okuphila kwakho. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba UKWETHULWA KOKUBHALISWA KWEZITIFIKETI ZOKUZALWA EZIBHEDLELA Leyo naleyo ngane ezalelwe esibhedlela sikaHulumeni KwaZulu-Natali iyothola isitifiketi sokuzalwa ngaphambi kokuba iphume esibhedlela, sibonga uhlelo olusha lokubhalisa ngekhompyutha olwethulwe ngale nyanga lwethulwa uNgqongqoshe Wezempilo e-KZN uDkt Dhlomo ekanye noNgqongqoshe Wezasekhaya uMalusi Gigaba. Ngenkathi amukela lolu hlelo esiBhedlela i-Addington, uDhlomo uthe lolu hlelo luzokwenziwa kuzo zonke izikhungo zezempilo esifundazweni. Lolu hlelo luzosiza ekufinyelelekeni kulo lonke uxhaso lukahulumeni lubuye luqede nenkohlakalo esekukhishweni kwezitifiketi zokuzalwa,” esho. Njengamanje isifundazwe sinezibhedlela ezingama-53 ezibelethisayo, okubandakanya ezingama-39 ezixhumene ngqo noMnyango Wezasekhaya. Izingane ezingaphezu kwezi-3000 ezindaweni ezentulayo KwaZulu-Natali zihlolelwe impilo yamehlo, kusho uNgqongqoshe uDhlomo. Ekhuluma nababambiqhaza ngoSuku Lokubona Lomhlaba lwangale nyanga emcimbini obusesiBhedlela Inkosi Albert Luthuli, uNgqongqoshe uDhlomo uncome abasebenzi bezempilo kanye nabezamehlo ngokuvolontiya ngokuya emiphakathini entulayo beyoyihlinzeka ngezidingo zezamehlo. “Lokhu sikubiza ngokuthanda izwe lakho kanye nokuzinikela emiphakathini entulayo futhi kusiza ekuhlinzekweni kwezidingo zezempilo ezilinganayo kuwo wonke umuntu,” kusho uDhlomo. Imitholampilo yoMnyango engomahambanendlwana yamehlo ibisebenza ekwelapheni amehlo kanye nasekuhlolweni kwamehlo ezingane ezikoleni, kwengeza uDhlomo. Lezi zimoto zikuzo zonke iziFunda okuhlolelwa kuzo ukusebenza kwe-NHI ezibandakanya uMgungundlovu kanye noMzinyathi; zibandakanya udokotela wamehlo osizwa yithimba labasebenzi abagxile kwezamehlo. Amukela imizamo yeNyuvesi yaKwaZulu-Natali yokwelekelela ikhwelo lomhlaba lokugwema ukungaboni, ikakhulu ezinganeni, uDhlomo wathi: “Ngajabula kakhulu ukuzwa ukuthi uMnyango Wezamehlo wase-UKZN ukhethe ukuba welekelele abafundi abaswele imali yokufundela ezamehlo. Ngiweseka ngokugcwele lo mnyakazo obaluleke kangaka othi: ‘impilo yamehlo kanye nokubona kubalulekile empumelelweni yabafundi basenyuvesi.’ Sengiyawugcizelela nami lo mbono ngokuthi Buka Kahle, Funda Kahle bese Uphasa Kahle ukuze usetshenziswe Amathimba Ethu Ezempilo Ezikoleni ngenkathi ethubeleza esifundazweni ehlola futhi elapha izingane ezifweni ezikhinyabeza ukufunda kwazo.” Egcizelela ukubaluleka kokutholakala kusenesikhathi ukuze kugwenywe ukungaboni, uDhlomo ucele lokhu: Bonke abantu abanenkinga yamehlo bavakashele izikhungo zezempilo ukuze basheshe bahlolwe bese belashwa. Izingane ezikhala ngokungaboni kahle zibonwe ochwepheshe bamehlo kusenesikhathi. Bonke abantu abanesifo sikashukela kanye nenkinga yomfutho wegazi ukuba bahlolwe amehlo njalo emva kwezinyanga eziyisithupha ukuze kugwenywe izinkinga. Abantu abanomfutho ophezulu emehlweni abo (iglaucoma) bathathe njalo amaconsi amehlo ukuze bagweme ukungaboni. Ungwengwezi emehlweni lususwa ngokulaliswa okwejwayelekile. Labo abanenkinga kumele baye ezikhungweni eziseduzane ikakhulu uma sekuluvindi emehlweni abo. Bonke abaneminyaka engaphezu kwama-40 kumele bahlolwe amehlo kanye ngonyaka. Photograph: Rogan Ward Buka kahle, funda kahle, phasa kahle kusho u-MEC Okwenza Ukusoka e-KZN kube Yimpumelelo UMnyango Wezempilo e-KZN ususoke ngempumelelo abesilisa abangaphezu kwezi-388, 000 esifundazweni kusuka ngowezi-2010 kungedlulanga noyedwa emhlabeni. Isizathu sale Mpumelelo engaka uqeqesho oluhlinzekwa uMnyango kubasebenzi bezempilo abangaphezu kwama-500 okubandakanya nodokotela kanye nokusetshenziswa kweTara Klamp. Embikweni wakhe ngomkhankaso wokusoka esifundazweni, uDhlomo uthi wagqugquzelwa ukuthathelwa phezulu komkhankaso, okubandakanya amathimba angaphezu kwayi-10. “Sibonga noxhaso lwama-NGO asiza ngokwandisa uhlelo lokusoka esifundazweni. Lokhu kusho ukuthi ngaphezu kokusoka kugxilwa nasekuhloleleni isifo sikashukela, umfutho wegazi, igciwane lengculazi, izifo zocansi kanye nokunye ukuhlolwa kwegazi ngesikhathi abasokwayo kuxoxwa nabo ngokuziphatha kahle,” kusho uDhlomo. Izinkambi zokusoka e-KZN kuze kube uMfumfu 30 2014 USUSOKIWE? UNGAZIBAMBEZELI – KWEHLISA UKUSABALALA KWEGCIWANE LENGCULAZI NGAMA-60% UMnyango Wezempilo e-KZN usuqalise Izinkambi Zokusoka zekwata yesithathu ka-2014. UNgqongqoshe Wezempilo uDhlomo ucele bonke abesilisa ukuba bezwe ikhwelo leSilo samaZulu lokuba bayosoka. Sekusokwe ngempume lelo abesilisa abayizi-388 , 000 e-KZN! Uma umanqikanqika ngokusoka, lalela la maqiniso: Kwehlisa amathuba okutheleleka ngegciwane lengculazi ngama-60% Kwehlisa amathuba okwedluliseleka kweHerpes type 2 Kwehlisa amathuba okwedluliseleka kwegciwane i-HPV Kwenyusa inhlanzeko esithweni sangasese okuchaza ukwehla kwamathuba okuthola ezinye izifo. EThekwini (eMtholampilo iDanganyana, 23 kuMfumfu kanye naseMtholampilo iMolweni, 24 kuMfumfu Ugu (eMtholampilo iMorrison, 18 kuMfumfu; Ejele lasePort Shepstone, 19 kuMfumfu; eMabiya High School, 25 kuMfumfu kanye nasesiBhedlela iSt Andrews, 31 kuMfumfu) Uthukela (Esikhungweni Sezempilo Somphakathi iSt Chads (CHC), 16 kuMfumfu; eMtholampilo iZwelisha, 17 kuMfumfu; eSt Chads CHC, 23 kuMfumfu, eMtholampilo iNtabamhlophe, 24 kuMfumfu; esiBhedlela i-Emmaus, 24 kuMfumfu, eSt Chads CHC, 30 kuMfumfu) Uthungulu (eTisand Technical School, 20 kuMfumfu, 21 kuMfumfu) Isikhungo Esisezingeni Eliphezulu Ekuqiniseni nasekugqugquzeleni uhlelo lokusoka uMnyango uqalise isikhungo esiseMgungundlovu eminyakeni emibili edlule ukuqinisekisa amazinga aphezulu okuqeqesha labo abasokayo ukuze kusoke abavunywe uMnyango Wezempilo. Amanye Amaqiniso Ngokusoka si Abafana abaneminyaka engaphan zali. yaba me kweyi-18 badinga imvu mpilo Ukusokwa ezikhungweni zeze le. ephi kuph i futh ha kuyashes Ukuhlolela igciwane lengculazi kuyanconywa kepha akuphoqelelwa. , Kusoka odokotela abaqeqeshiwe zi eben abas nye naba i ikaz abahleng kusetshenziswa indlela evunyiwe. Usokwa ngokusetshenziswa kwesindikindikisi kanti akweqi emizuzwini engama-30 kanti iba mibili uma kuyiTara Klamp. hala. Imithi yezinhlungu itholakala mah eme bagw Abesilisa kumele ucansi emasontweni ayisithupha emva kokusokwa, kuze kuphole isilonda. Uma isilonda singakapholi inkulu ingcuphe yokuthola igciwane lesandulela ngculazi kunokwejwayelekile. Ucansi emva kokusoka? Uma ususokiwe, usuke usamelwe ukusebenzisa ikhondomu ngoba ukusoka akukuqedi ukusabalala kwegciwane lengculazi, kepha kwehlisa ubungcuphe. Lokho kusho ukuthi indoda enegciwane lesandulela ngculazi isengaledlulisela igciwane kumaqondana wayo kepha lokho sekwehle ngama-60% uma ususokiwe. Ukuze uvikeleke ngokugcwele kumele usebenzise ikhondomu. Kubalulekile nokukhumbula ukuthi ukusoka akubehlisi ubungozi bokutheleleka ngegciwane lengculazi uma wenza ucansi. “Lokhu kusho ukuthi ngaphezu kokusoka kugxilwa nasekuhloleleni isifo sikashukela, umfutho wegazi, igciwane lengculazi, izifo zocansi kanye nokunye ukuhlolwa kwegazi ngesikhathi abasokwayo kuxoxwa nabo ngokuziphatha kahle.” KHULUMA NESIBHEDLELA NOMA UMTHOLAMPILO OSEDUZANE NGOKUSEBENZISA UMSOKI OVUNYIWE. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba .? .. a g n la a n o h ts n se a w k la d u k u Ukhethe UMA UKUDLA KWESINTU KWASEAFRIKA KWAKHA UMZIMBA ONEMPILO Uke unake nje ukuthi ogogo bethu banamandla kangakanani? Basebenza kusukela ekuseni kuze kube sebusuku, ngisho sebekhathele. Iningi labantu abasha namuhla likhathala kungakabiphi. Yini ebenza babe namandla kangaka? Imfihlo yabo isekudleni abakhule bekudla: kuhle, kunempilo, ukudla kwesintu iningi lethu eselikuyeke ngoba selidla okwasentshonalanga njengoba sesifudukele emadolobheni amakhulu. Umama Tule uneminyaka engama-73 kepha usenamandla njengenkabi. Uhamba imizuzu engama-30 ngosuku ebe ebheke abazukulu abayisithupha ngesikhathi omama babo besebenza emadolobheni. Ugogo unensimu yakhe yezithelo nemifino kanti upheka ukudla okusha okuphuma ensimini. “Nginempilo kunabantu abancane kunami, ngithi uma ngibatshela ukuthi yingoba nginga zidli izibiliboco bavele bahleke, kepha yiqiniso. Akunampilo ukudla kwasentshonalanga, yin gakho abantu abaningi namuhla bekhuluphele ngokweqile futhi benezifo ezinjengesikashukela nezenhliziyo,” echaza. Yini eyenza ukudla kwase-Afrika kuyilungele impilo yakho? Ukudla kwase-Afrika kunomsoco wemvelo osiza umzimba wakho ukwazi ukulwa nezifo. Ngakolunye uhlangothi, ukudla kwasentshonalanga kunamakhemikhali amaningi alimaza umzimba bese edala izinkinga eziningi ezinjengesifo sikashukela, umfutho wegazi kanye nomdlavuza. Khuthaza izingane zakho ukuba ziziqhenye ngamasiko azo, nokudla kwesintu okunomsoco bese usebenzisa lokhu okulandelayo ukuzichazela ngokuba nempilo kokudla kwesintu: Amasi Kumnandi ukuwaphuza kodwa uthi bewazi nje kuyiqiniso elingephikiswe ukuthi izingane eziphuza amasi akulula ukuba zibe nesifo sohudo. Amasi aqinisa amasosha omzimba asize nomzimba ekulweni nezifo. Ujeqe Ujeqe wenziwa ngokugaya ummbila noma amabele bese kubiliswa. Ummbila oluhlaza uyashesha ukugayeka emzimbeni usiza esiswini kanti ungcono kakhulu kunesinkwa esithengwa esitolo. Usu Yenza izingane ziluthande zisencane ngoba luqukethe amaphrotheyini kanti lukhuthaza amaseli egazi abomvu ukuba asebenze kahle ngokwakha amaphrotheyini adingwa yila maseli ekuthwaleni i-oksijini. Imifino Uma uzama ukwehlisa isisindo, hlukana nemithi namaphilisi angadingekile! Yidla ukudla okunemifino. Imifino isiza ekulawuleni isisindo kanye nokwehlisa ubungozi bokuhlaselwa yisifo somdlavuza. AmaHewu Kungani ukhethe iziphuzo ezihlohlozayo ezinoshukela ezingalimaza impilo yakho? Khuthaza umndeni wakho ukuba uwathokozele amahewu okuyisiphuzo esenziwe ngempuphu kanye nokolo bese egcinwa endaweni efudumele. Angawemvelo, futhi akwengezwanga lutho kuwo olungaba nobungozi. Ubhatata namadumbe Anovithamini A, C kanye no-B6 kanti anefayibha namakhabhohayidrethi. Anamaphrotheyini amaningi kunommbila kanti angacubuzelwa ingane ukuba idle. 30 kuMfumfu USUKU LOKUDLA KWASE-AFRIKA NOKUNOMSOCO Isitambu nobhontshisi Ubhontshisi unamaphrotheyini nefayibha okwehlisa amafutha egazini kulinganise noshukela emzimbeni. Ubhontshisi unefolic esidi eningi evikela ezifweni eziningi ezinjengesifo senhliziyo kanye nesifo sohlangothi. uPhutu Ukudla kwansukuzonke lokhu kepha uthi bewazi ukuthi izinhlamvu ezisophuthwini zingamela ukolo kulabo abanesifo seceliac (isifo esilimaza amathumbu) Okunye ongakuzuza ekudleni kwesintu Awukabi nasiqiniseko? Nazi izizathu ezingakwenza uziqhenye ngamasiko ethu anothile okudla kwesintu. Kwenza nalokhu okulandelayo: Kukhuphula ukugayeka kokudla Ukusheshe ululame emva kokudla amaantibiotics Kwehla izinga lokukhishwa yisisu Kugwema izifo eziyisimbelambela njengesikashukela Kunosawoti omncane UPhuthu nezibindi zezinkukhu kungukudla okumnandi nokunempilo! Phila kade, ube nempilo... ! tu in es w k la d u k u la d u k u a h khet Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba UMusa Njoko IMINYAKA ENGAMA-20 EPHILA NEGCIWANE LENGCULAZI KEPHA USENGUMQEMANE Ungomunye wabesifazane bokuqala baseNingizimu Afrika ukuphumela obala eminyakeni engama-20 eyedlule ukuthi unegciwane lesandulela ngculazi. Abaningi babecabanga ukuthi usezokufa. Njengomculi, ngisho izinkampani zomculo zazingafuni ukusebenza naye ngoba zicabanga ukuthi uzofa zingakenzi imali ngaye. Kepha namanje usaphila. Ungumculi ophumelelayo (waziqalela eyakhe inkampani yokuqopha), ungumthungi kanye nomama. UNjoko ukhuthaze abesifazane abangaphezu kwe-1000 ngenkathi ekhuluma emcimbini obuhlelwe uMnyango Wezempilo KwaZulu-Natali wokuhlonipha abasebenzi besifazane bezempilo. Udaba lwakhe… UNjoko watholakala enegciwane ngonyaka we-1994 wabe esetshe lwa ukuthi usesalelwe yizinyanga ezintathu ephila. “Ngatshelwa ukuthi uma nginenhlanhla ngiyokwazi ukudla uKhisimusi wangowe-1994. Kep ha manje sengidle oKhisimusi aba yi-19. Indodana yami yayineminyaka emibili ngaleso sikhathi. Mhla zingama-29 kuLwezi ngalo nya ka izobe isineminyaka engama-22. Kepha konke lokhu akwenzeka nga ngomlingo.” Kuchaza uNjoko oziphilelayo. Wagcizelela ukudla imishanguzo ngendlela efanele, wengeza ngokuthi yena akayish iyi imishanguzo yakhe noma kup hi lapho eya khona nokuthi ukwethemba kwakhe uNkulunkulu yikona okumenze waphila kwaze kwa ba manje. “UNkulunkulu wathi nge ke asishiye. Ngimi lapha nje ngingufa kazi walokho. Ngingubufakazi balokho esikwenzelwe uhulumeni wethu waseNingizimu Afrika.” U yakugcizelela ukuthi akaziqhenyi ngokuthi unegciwane lengculazi kepha futhi akazidabukeli. “Angisona isikweletu emndenini nasemphakathini. Ngiziqhenya ngokuba mnyama nobu-Afrika. Angichazwa ngegciwane lengculazi. Uma kuwukuthi engiyikona kungenxa yegciwane lengculazi, kusho ukuthi inhle-ke bo!” washo kwashaywa ihlombe kwahlekwa. Watshela bonke abesifazane ukuba bazinakekele zikhathi zonke. “Kungumsebenzi wethu ukuba sizinakekele kanye nalabo esibathandayo. Kule minyaka engama-20 eyedlule, akukho noyedwa ongaphumela obala athi ngamthelela ngegciwane lengculazi. Ngikwenze kwaba umsebenzi wami ukuthi emndenini wami, emphakathini, ezweni nasemhlabeni igciwane lengculazi ligcina ngami. Nawe ungakwenza lokho.” Uthi ngenkathi eba sengozini yemoto ngonyaka wezi-2003, watshela labo ababemsiza bengafakile amaglavu ukuthi kumele baqaphele. Ngenkathi sisengozini engikukhumbulayo nje ukubona igazi eliningi kanye namafasitela aphukile. Ngabamisa ababezosiza mina ngabatshela ukuthi nginegciwane lengculazi. Ngabatshela ukuba basebenzise opulastiki ababesebhuthini. Ngisakwenza lokho namanje.” Ekugcineni waphosela abesifazane inselelo. “Abesifazane basesengcupheni yokuthola igciwane lengculazi. Umbuzo wami usekuthini yini abayenzayo ukuqeda ukusabalala kwegciwane lengculazi? Asiyeke ukuba yizisulu. Shintsha impilo yakho, ungenzeli wena wedwa kepha nezingane zakho. Kuningi uNkulunkulu akubekele khona.” “Angisona isikweletu emndenini nasemphakathini. Ngiziqhenya ngokuba mnyama nobu-Afrika. Angichazwa ngegciwane lengculazi. Uma kuwukuthi engiyikona kungenxa yegciwane lengculazi, kusho ukuthi inhle-ke bo!” UMusa Njoko esesiBhedlela i-Addington emgubhweni wokuhlonipha abesifazane boMnyango Wezempilo UMnyango Wezempilo e-KZN wethulela isigqoko uMusa Njoko kanye nabo bonke ngokuhlanganyela abalwa impi yegciwane lengculazi nengculazi ngokubambisana sesenze umehluko! Fighting Disease, Fighting Poverty, Giving Hope Ukugubhazisana ukusebennengculazi ekulweni ne Umfumfu 9 umfumfu Umfumfu 15 - 19 Umfumfu 1 Umfumfu 16 a Lokudla Usuku Lomhlab le nyuka ngakho kume Intengo yokudla iye omphakathi ukuze senze okuthile njeng , a kokudla. Ukufundisa sigweme ukwentulek no ho ak am ukuqeqeshela adi kanye nokwenza izing lela ind zez e ny ezi i ath zomphak zokuqeda indlala. Usuku Lomhlaba Lwezimo Ezithusayo Umfumfu 17 Umfumfu 10 Umfumfu Usuku Lomhlaba Labantu Abadala Likhulu iqhaza elibanjwa abantu abadala emphakathini ngokuvolontiya, babelane ngolwazi, banakekele abazukulu kanye nezintandane. Lolu suku olokuhlonipha imizamo yabo, ngakho ke bakhombise ukubaluleka kwabo ngokuphumela obala ngokungahambisani nokuhlukunyezwa kwabantu abadala. Umfumfu 20 -26 zi ena emzimbeni. Amathoyi Uyingozi umsizi uma ung uthenga a um a hel qap -ke ngakho amibalabala ayaba nomsizi qondo omningi ungakhubaza ing la mathoyizi ngoba umsizi ekiso. anzi engxenyeni ewumfan namathambo. Funda kab bungesi Ubuhlungu bomgogodla ini. Ukufunda enz seb em i gay un sezizathu zok a uphakamisa um a um ngezindlela ezifanele zok wema ngazo gag on lula okusindayo, yizindlela ezi ukulimala komgogodla. enkulu yokufa Ukwethuka kuyimbangela i jikelele. Lolu suku nokukhubazeka emhlaben ezinzima uma imo lugxile ekubhekaneni nez lu. khu oku uka sibhekana nokweth genye yez Ukungondleki kahle kun ika. isa lapha eNingizimu Afr kul izin ba izingane eziham hala lup hu zik hu zet e hi izingan Ucwaningo luveza nokut eni kis ise qin eku la ze ngamand ngokweqile. Ake siseben . pilo ne esinem ukuthi sikhulisa isizukulwa a Isonto Lomhlaba Lokugwem Ushevu Womsizi 16 amandla. in s a n a is b m a Ngokub kudla Isonto Likazwelonkeo Lo zwelonke Okunomsoco/IsontokLiwka ile Lokukhuluphala Ng inkingeq a ezihlasela dla go Usuku Lomhlaba Lomgonye Umfumfu anegciwa u Afrika ab im iz g in gcono N se a impilo en Abantu ba zi sebephil la cu g eli L . en a n mbisan lengculazi nga ukuba o b si , hi p la a a q el thi siv kunaku mbuza uku u h k si u k o lazi. sonto el eni nengcu ekubhekan Usuku Lomhlaba Lempilo Yengqondo a antu zitholakala zinenking Minyaka yonke izigidi zab o day on yiq ha bambalwa aba ethile emqondweni kep a labo ngaphandle, gqugquzel la zo inkinga. Lukhona usi wazi bak ze uku hole ukwelashwa abanenkinga ukuba bat o kis ale isiq ekile. Akusona ukuphila impilo eyejwayel o. ukugula ngengqond 20 Usuku Lomhlaba Lwesifo mbo atha Sokukhumuzeka Kwamsiyi sifo sa- amathambo Isifo sokukhumuzeka kw sifazane iningi labo esmathambo esihlasela abe a. ama-50 kanti siyelaphek eledlulile eminyakeni eng Umfumfu 24 Umfumfu 23 Usuku Lukazwelonke Lokwesweleka kwe-Iodine ndle Usuku Lomhlaba Lukaveani ngi, azweni am Uvendle usuqediwe em ingane yakho thi ngakho ke qinisekisa uku lo nje! nja hi fut thi igonywa ngesikha eka kakhulu ekukhuleni I-Iodine iyiminerali eding ane abakhulelwe ikakhulu kubantu besifaz bungu. Khuluma kom i ngoba isiza ekukhulen kisa ukuthi umzimba ise qin nabasemtholampilo uku nele. wakho uthola i-iodine eya 3 lwezi Umfumfu 28 - a Usuku Lomhlabgothi n la Lwesifo Soh ingizimu Afrika Umfumfu pha eN Nsuku zonke la 60 hi ababe ngamaat ab tu an ab kufa a um ul hlangothi. Kh ngenxa yesifo so a el dl in ez zempilo ng nomsebenzi we sohlangothi. ifo is a em zokugw 12 Usuku Lomhlaba Lesifo Samathambo Isifo samathambo senza ubuhlungu kanye nokuqina kwamalunga. Aselapheki kepha siyalawuleka. ala, Ukunika Ithemba Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendl
© Copyright 2024