mahhala uZibandlela • 2014 SAZI ISIMO SAKHO SEGCI- o! a umehluk nz e w K WANE LENGCULAZI Amalungelo eziguli Usizo oluphuthumayo Fighting Disease, Fighting Poverty, GivingIthemba Hope Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Akekho oyobandlululwa ngoba enegciwane lengculazi kanye nengculazi. Umyalezo ovela ku MEC WezeMpilo e-KZN, o uDkt Sibongiseni Dhlom S Banelungelo lokwelashwa ezikhungweni zethu zezempilo nezenhlalakahle. Izingane ezinegciwane lengculazi zivunyelwe ukufunda kunoma yisiphi isikole. Akekho oyoxoshwa emsebenzini ngoba enegciwane lengculazi. Akekho oyophoqwa ukuhlolela igciwane lengculazi emsebenzini noma ngaphambi kokuthi aqashwe. Imiphumela yokuhlolwa angeke ikhonjiswe noma ubani ngaphandle kwemvume. Abesifazane abakhulelwe banelungelo lokuzikhethela ngokukhulelwa kwabo. Sisize senze uguquko ngegciwane lengculazi nengculazi. Susa Ukubandlulula, Yazi Amaqiniso. sonyaka ekuyileso sikhathi tali futhi lapho KwaZulu-Na ba yezivakashi wa inq wa kel kuzokwamu Nakuba lokhu ngesikhathi samaholidi. wesifundazwe kuwuthuthukisa umnotho ashi kusho ukwanda kepha ukwanda kwezivak i okwenza kugcine kwezimoto emigwaqen igwaqeni. Zonke lezi sekwanda nezingozi em Okumele sikwenze zingozi zingagwemeka. la efanele. ukuba siziphathe ngendle asebenzisi sab hi at Sekufike isikh futhi ele aph baq a bemigwaqo sokub a izinto enz okw ng bathobele umthetho se ushayela, be uzi aph ng ezilula; ezinjengoku oto azilayishile nokuqikelela ukuthi izim weni esamukelekile sim ngokweqile futhi zise shayela budedengu emgwaqeni. Akufuneki uku ubi kwezempilo. ngoba kunomphumela om athi kahle kuqala kuwe. Ukuqeda nya ukungaziph ela inezinsuku Inyanga kaZibandl ke wezempilo: Usuku ezibalulekile kunsukuzon lugubha mhla lu-1 Lomhlaba Lengculazi, esi ubuka lapho siya kuZibandlela. Isikhathi sok a sihlangane bese khona. Yisikhathi sokub lazi. Umgomo Wosuku silwa negciwane lengcu alo nyaka wezi-2014 Lomhlaba Lengculazi ng hu singakuzuza. usenza sibone ukuthi lok isishintshe Umgomo uthi: “Ngeke ng gculazi, kepha len e an isimo sami segciw Ukungacwaswa, ungashintsha ukwenza. Ukungabandlululwa.” e labo ababulawe Kumele sibakhumbul simelwe ukuqwashisa yilolu bhubhane. Sonke igciwane lengculazi ngokugwema nokulawula ukushesha. Ukuze nengculazi ngokukhulu kumele siqinisekise sihambisane nomgomo, khulukazi abantu ukuthi wonke umuntu ika i kanye nomphumela abasha bayazi ngengculaz ukuthi wonke wayo. Kumele siqinisekise agwemeka kanjani umuntu uyazi ukuthi ing okumele abandlululwe nokuthi akekho umuntu lazi. Lokhu akumele ngoba enegciwane lengcu Lengculazi kuphela ba kwenzelwe Usuku Lomhla a wonke. kepha makwenziwe unyak leli thuba ngibonge Ngifisa ukuthatha abazinikele pilo bonke abasebenzi bezem pilo kubantu. em zez ekuhlinzekeni ngezidingo i kwami kab eka Ngifisa ukuveza ukuphath pilo lam tho eM ngomhlengikazi obulawe sebenzini. em ma hu ep waKwaDabeka, obulawe yezigebengu Akumele kube nendawo abantu abasebenza emiphakathini ezibulala abantu. Ngikhulekela umsebenzi wokuhlenga boshwe. Ngifisa ukuba abenzi bobubi ba nzi bezempilo ukubonga bonke abasebe aholidi, ikakhulukazi abazobe besebenza ngam a Omusha. Ukuzinikela ngoKhisimusi nangoNyak anibonga kakhulu. kwenu kuyancomeka. Siy baKwaZulu-Natali tu Kubo bonke aban a onezibusiso. ngibafisela unyaka omush eni sezempilo gw Khumbula ukuya esikhun ala ngoba hh ma esiseduzane uyohlolwa la noma ngabe wu ula kushibhile futhi kulula uk e kusenesikhathi yisiphi isifo uma sitholakal a kwendaba. uv kunokuba sitholakale em Onenjabulo. 15 Ukhisimusi omuhle no-10 Nihlale nibusisekile! Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba Ezezimo Eziphuthumayo Okumele ukwenze nokumele umshayele Usuku lomhlaba lengculazi Ucabanga ukuthi awukho engcupheni? Cabanga ucabangisise. Inqubomgomo entsha yabakhulelwe benegciwane lengculazi “Ukwelashwa kwesikhathi eside kungakhathalekile nge-CD4 count yakho” Izindaba zezempilo e-KZN Ezakamuva ezivela emnyangweni wakho wezempilo Umfanekiso Okumele ukwenze uma unesifo socansi Ukuqwashisa ngokuphila nokukhubazeka Siyababonga laba abalandelayo ababe neqhaza: UMNYANGO WEZEMPILO E-KZN: UPHIKO LWEZOKUXHUMANA U-ZOHRA MOHAMED TEKE (UMHLELI) COLIWE ZULU THANDI ZULU THEMBA MNGOMEZULU sara auld DR GUGU MAZIBUKO Ukuphila nokukhubazeka akuchazi ukuthi awukwazi kwenza lutho! Amalungelo Eziguli Eza nokumele kwenziwe yiziguli! Izinsuku Zokuqwashisa Izinsuku zezempilo ezibalulekile ngale nyanga Sinike uvo lwakho, noma usitshele ukuthi ucabangani ngalo magazini! P O Box 25439, Gateway, 4321, UCINGO-031 825 6790. I-EMAIL: editor@ezempilohealthmatters. co.za ILUNGELO LOBUNIKAZI Konke okushicilelwe kulo magazini kuyilungelo le-Ezempilo… Health Matters futhi kungase kuphinde kukhiqizwe futhi kusakazwe mahhala ngezinjongo zokufundisa kuphela. Zonke izikhangiso ezikulo magazini akukona ukuthi zisekelwa ngokusemthethweni uMnyango Wezempilo Wase-KZN, uMasipala WasEthekwini noma Ezempilo Health Matters UMnyango Wezempilo lapha KwaZulu-Natali sewamukele inqwaba yezingcingo ezivela emphakathini zidinga ama-ambulensi nolunye usizo oluphuthumayo. Ukuze uqinisekise ukuthi uyazi kusebenza kanjani, gcina lezi ziqondiso bese uba nesiqinisekiso sokuthi wonke umuntu ekhaya uyazi okumele akwenze ezimweni eziphuthumayo: Qiniseka ukuthi abezimo eziphuthumayo bangakuthola Kwejwayelekile ukwesaba nokushaywa uvalo ezimweni eziphuthumayo. Kepha kubalulekile ukungatatazeli, uvele unike abezimo eziphuthumayo imininingwane abayidingayo ngokushesha okukhulu. Uma ucela i-ambulensi kumele ubatshele lokhu: Ungubani Inombolo abangakuthinta kuyo (uma bedinga ukubuye bakushayele) Indawo okuyo – igama lomgwaqo, ledolobha noma isebhabhu. Banike izindawo ezigqamile eziseduzane njengesakhiwo, isikole noma yini enye eseduze nawe engabasiza ukuze basheshe bakuthole. Thumela umuntu othile aye emgwaqeni ukuyohlangabeza i-ambulensi. Ukunika abezimo eziphuthumayo ulwazi Owemukela ucingo uyokubuza imibuzo ngesigameko ukuze athole ukuthi hlobo luni lwesimo esiphuthumayo osidingayo. Ungalubeki phansi ucingo kepha kumele uphendule imibuzo kuze kusho bona ukuthi usungalubeka. Yazi okumele umlindele Kuyothunyelwa oyedwa noma ababili abayoqala babheke isimo ngaphambi kokuba baxilonge isiguli. Bayofika nezinsizakusebenza ngakho banike indawo kepha ungayibuza imibuzo – khumbula ukuthi abosizo lokuqala badinga imvume yakho ngaphambi kokuba bajove ingane yakho. sha AY O EN UM amalungelo eziguli 7 17 abezimo eziphuthumayo Lungela, yazi ukuthi ubani ongamthinta. W Usuku lomhlaba lengculazi imishanguzo yengculazi kwabakhulelwe Abezimo zokuphepha ku-1 a l ngoZibandlela ye 0 E ZI M uZibandlela 2014 okuqukethwe I E ZI H U T H P UKUSHAYA UCINGO NGOMAKHALEKHUKHWINI Uma unomakhalekhukhwini usudinga abezimo eziphuthumayo, shayela ku-112 Khumbula! Ucingo lwemukelwa Kwabezimo Eziphuthumayo Kuzwelonke (okuvame ukuba kube seGoli). Lube selubuyiselwa kuleyo ndawo lapho luqhamuka khona. Uma ushaya ku-10177 kumakhalekhukhwini, ucingo luziyela ku-112 kwabemukela izingcingo zezimo eziphuthumayo ngaphambi kokuthi luye kwabezimo eziphuthumayo abaseduzane nawe. kuleli holide, hlala uphilile. ungaphuzi bese ushayela! Bakwethu, Ningabavumeli Abangane Ukuthi Baphuze Bese Beshayela! Imifanekiso esetshenziswe kwEzempilo eyokucacisa kuphela, ayiqondile ukuveza abantu bangempela futhi ayimele lokho okuqukethwe ushicilelo. U-10177 UMAHHALA FUTHI ANGASETSHENZISWA NOMA KUPHI ENINGIZIMU AFRIKA. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba lela 1 Uziband Usuku a Lomhlalbazi Lengcu A B A L H M O L U USUK LENGCULAZI e n a iw c g e y i n e h p u c g n e Awukho lengculazi? Cabangisisa. Iningi labantu abasha abaneminyaka eyi-15 nangaphezulu bakholelwa ukuthi abekho engcupheni yokuthola igciwane lengculazi. Uthi bewazi nje ukuthi oyedwa kwabayishumi kubantu abasha usenegciwane lengculazi kodwa ebe engazi? Amathuba okuba sengcupheni yokuthola igciwane lengculazi kubantu abasha abangabesifazane aphindwe kane uma kuqhathaniswa nabesilisa – futhi bandisa ngama-40% ukutheleleka okusha ezweni. Ezinye zezizathu zibandakanya ukukhulelwa kwentsha kanye nokuthi abesifazane abancane bayesaba ukwenqaba ukwenza ucansi noma ukwenza ucansi olungaphephile, njengoZama owayeka ukufunda wabe eseba umama omncane. ngenkathi “Ngangisewumfundi omdala isa sil we no a gan an ngihl yesebenza Wa i. kis ite esasigibela naye hle oka ka . Saqala edolobheni futhi egq enyanga kw sathandana, emva ngilale naye. a ub uk a fun sithandene wa ng wa itshela Ngenqaba kepha yena da futhi uma ha gis un ukuthi ufuna uk la angilale naye. ngimthanda ngempe ada nje asikho osh Wathi njengoba siz domu. Angizange on ikh ka ufa isidingo sok futhi angizange ho ngibone inkinga kulok ezinye izintombi. ngicabange ukuthi un hephile. Ngakhulelwa Senza ucansi olungap i senginegciwane ngase ngithola ukuth a ka kabuhlungu ngob lengculazi. Ngaphathe lwe ule ukuthi ngikh nganele ngamtshela ade nami, wabe ash e ek ng thi wa wavele a emtholampilo giy sen e esengishiya. Ngab khona ukuze ingane lapho banginakekela ethemba ukuthi Ng yami ingatheleleki. zane amancane amanye amantomba ifisa ukuthi kuwo azofunda kulokhu. Ng ho uzinikele zak do fun ‘ungayeki izi da uze ushade kumuntu wesilisa, lin i akanabo abanye uth uk isa bese uqinisek ocansini. Yiyona abalingani. Zivikele qikelela ukuthi ku yo kuphela indlela ni izifo zocansi,” uvikelekile ekuthole kuchaza uZama. Ungalenzi iphutha elifanayo. Ungaluvumi ucansi ngaphandle kwekhondomu! Sebenzisa lesi siqondiso esilandelayo ukuze wehlise ubungcuphe begciwane lengculazi: Sebenzisa amakhondomu – zikhathi zonke, ngendlela efanele! Ucansi lwesitho sangasese sowesifazane (isitho sowesilisa kowesifazane) ubungcuphe BUPHEZULU Uma usulwenza ucansi, hlola okungenani kanye ngonyaka, uma umlingani wakho enegciwane lengculazi, mkhuthaze ukuba adle imishanguzo angayiyeki. Kubantu besifazane, igciwane lengculazi lingedlula othwethwesini olungaphakathi esithweni sabo sangasese. Ugqinsi olungaphandle oluvikele lungadabuka bese igciwane lengculazi lingena emzimbeni. Ubungcuphe buyenyuka uma wena noma umlingani wakho ninesinye isifo socansi. Umlingani oyedwa Ukusoka kwehlisa ubungcuphe begciwane lengculazi kanye nezinye izifo zocansi. Kuphephile, kumahhala futhi kuyasebenza uma kwenziwe uchwepheshe oqeqeshiwe! isu UMnyango Wezempilo geni unesiKhungo Esisezin a sh qe qe Eliphezulu soku ilo mp ze abasebenzi be abuko kanye nabelaphi bend isa ek nis ngokusoka. Qi oka us ok oz ukuthi umuntu a nz we uk uqeqeshelwe . lokho UCANSI LOMLOMO ubungcuphe BUNCANE KEPHA BUKHONA! Khumbula! Ukuncela isitho sangasese kungakubeka engcupheni yokuthola ezinye izifo zocansi ezinjenge-herpes. Hlolwa bese uyelashwa bese ukhuthaza nomlingani wakho ukuba enze okufanayo Ukusoka Ubungcuphe bokuthola igciwane lengculazi ngokwenza ucansi buncike ohlobeni locansi. Sebenzisa lezi ziqondiso ezingezansi ukuzifundisa wena kanye nabangani bakho: Buncane ubungcuphe bokuthola igciwane lengculazi ngocansi lomlomo. Abesifazane baba sengcupheni enkulu uma bemunca isitho sowesilisa onegciwane lengculazi ngoba uketshezi noma isidoda sakhe esinegciwane singangena ngomlomo kowesifazane. Amakhondomu asebenza ekugwemeni ukusabalala kwegciwane lengculazi. Khumbula ukuthi awaliqedi igciwane kepha ehlisa ukusabalala kwalo, sebenzisa ikhondomu! Isibalo sabantu olala nabo sikubeka engcupheni yegciwane lengculazi. Uma unabalingani abaningi, maningi amathuba okuthola izifo zocansi. Uma umlingani wakho elala nabanye, sebenzisani ikhondomu bese niya njalo ukuyohlolela igciwane lengculazi. UCANSI OLUNOBUNGCUPHE Imishanguzo oyithola emva kokuba sengcupheni Lena yimishanguzo enikezwa ezimweni ezithile kulabo bantu abebesengcupheni yegciwane lengculazi njengalabo abadlwenguliwe noma abasebenza ezindaweni ezibabeka engcupheni yokuthola igciwane. Uma uzithola ukuleso simo, khumbula: Ukuya esibhedlela ngokushesha (emahoreni angama-72) Ukuqinisekisa ukuthi uthola ukwelulekwa nokuhlolelwa igciwane Uma utholakala ungenalo igciwane, uyonikezwa le mishanguzo izinsuku ezingama-28 bese uhlolwa emasontweni ayisi-6, 12 kanye nangama-24. ISU Ungabehlisa ubungcuphe bokuthola igciwane lengculazi noma ezinye izifo zocansi ngokuhlala njalo usebenzisa ikhondomu! UCANSI LWEZITHO ZANGASESE ubungcuphe BUPHEZULU Makhulu ngaphezu kwazo zonke izindlela zokwenza ucansi amathuba okuthola igciwane lengculazi uma nenza ucansi olungaphephile ngoba kulolu cansi, igciwane lengculazi lingena ngqo. Makhulu amathuba okuthola igciwane lengculazi kubantu abenza ucansi lwezitho zangasese kunalabo abenza olokumuncana izitho zangasese. Khumbula! Igciwane lingatholakala egazini noma esidodeni, ukuthi umlingani wakho akhiphe isitho sakhe sangasese ngaphambi kokuthi achame akubehlisi ubungcuphe. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba Abantu h p e b i g n i n a b a ila isikhathi a g n a n u k e d i s e phambilini USIZO OLUSHA KOMAMA ABAKHULELWE ABANEGCIWANE LENGCULAZI Okumele ukwazi nze u okumele ukwe Okubaluleke kakhul usukhulelwe uma uthola ukuthi gweni sezempilo ukuba uye esikhun u kusho ukwazisa esiseduzane. Lokh o ngokuthi umtholampilo wakh yangeni zokuqala usukhulelwe – ezin bese uya njalo ezintathu ukhulelwe a unengciwane uyohlola ukuze um ishanguzo yalo. lengculazi uthole im ane ziyothola Ngaleyo ndlela izing genalo igciwane,” ithuba lokuzalwa zin he Wezempilo kusho uNgqongqos giseni Dhlomo. e-KZN, uDkt Sibon ‘Ukwelashwa kwesikhathi eside kungakhathaleki i-CD4 count’ kusho uNgqongqoshe Wezempilo UNgqongqoshe Wezempilo Kuzwelonke, uDkt Aaron Motsoaledi umemezele ukuthi kusukela ngenyanga ezayo, wonke umuntu wesifazane okhulelwe onegciwane lengculazi uzothola ukwelashwa ngemishanguzo yengculazi kungakhathalekile i-CD4 count yakhe. Kusho ukuthini lokhu? Kuze kube manje, bonke abesifazane abakhulelwe abanegciwane lengculazi banikezwa imishanguzo uma nje besancelisa. Uma nje beyeka ukuncelisa ne-CD4 count yabo isiku-350 nangaphezulu, bayayekiswa imishanguzo. Ngokwenqubomgomo entsha ezoqala ngonyaka ozayo, bonke abesifazane abakhulelwe abanegciwane lengculazi bazonikwa imishanguzo yesikhathi eside – bavikeleke impilo yabo yonke! Kuzokuthinta kanjani lokhu? Selokhu uhulumeni aqala uhlelo lokuhlinzeka ngemishanguzo yengculazi kubantu besifazane abakhulelwe, sehlile isibalo sabesifazane abashonayo, nezingane ezizalwa zesuleleke ngegciwane sezingaphansi kwama-3%. Ngokwelashwa kwesikhathi eside sizokwazi ukuphephisa impilo yomama neyezingane bese kuba nomphakathi ongenangculazi! Kusho ukuthi siyokwazi njengezwe ukuhlangabezana nemiGomo Yentuthuko Yekhulunyaka (MDG) yokuhlinzeka ngokufanayo bonke abanegciwane lengculazi ezweni lethu. I-MDG iwuhlelo lemigomo eyisishiyagalombili ebekelwe izikhathi ezithile eyasayinwa abaholi bamazwe ayi-189 okubandakanya neNingizimu Afrika ngowezi-2000 ukuphucula impilo yabantu abahluphekayo emhlabeni. SHESHA UYE EMTHOLAMPILO UMA UKHULELWE UKUZE UQINISEKISE UKUTHI WENA NENGANE YAKHO NINAWO WONKE AMATHUBA OKUPHILA KADE. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba Isibhedlela esingumahambanendlwana sifinyelela ezindaweni ezisemakhaya Kusanda kwethulwa isibhedlela esingumahambanendlwana esisezingeni eliphezulu esihlinzeka ngezempilo eziyisisekelo – kuletha injabulo nethemba, sibonga uMnyango Wezempilo ngokusebenzisana nomkhakha ozimele. Isibhedlela esidingeka kakhulu esingumahambanendlwana – esandulela ezinye eziseza, sizoba seMolweni amasonto amathathu, ngaleso sikhathi kuyobe kuhlolelwa i-TB ne-HIV, isifo sikashukela, ukuthatha izithombe, unakekelo lwamazinyo kanye nezinye izidingo iziguli ebezizozihambela amabanga amade ukuze zizithole ezikhungweni zezempilo. Lesi sibhedlela sizohlinzeka imiphakathi yaseMolweni, kwaNogxaza naseMadumeni kanti sifika nabasebenzi abaqeqeshiwe kanye nezindlu ezintathu okubonelwa kuzo iziguli ngasese. Ukwengeza, kunelinye iloli eliseceleni elinezindlu ezine ezinomshini iDiathermy kanye nezinye izinsiza zokusokwa kwabesilisa. UHLELO OLUSHA OLUBUYISA ITHEMBA KWABANEZINGALO NEMILENZE YOKUFAKELWA Abantu abangenamilenze nazingalo ngeke besalinda isikhathi esingaphezu konyaka ngaphambi kokuthola izingalo noma imilenze yokufakelwa. Sibonga uhlelo olusha lokuqeqesha olubandakanya uMnyango Wezempilo KwaZulu-Natal neDurban University of Technology (DUT), i-KZN isizokwazi ukukhiqiza ochwepheshe abaningi abazokwenza lezi zinsiza. “Lezi zinsiza zibuyisa isithunzi, ukuzenzela, ukuzimela kanye nokuzisebenzela kubantu abadingayo. Ngalokhu kubambisana singasho singahlonizi ukuthi ukwesweleka kochwepheshe kulo mkhakha sekuyinto yesikhathi esedlule,” kusho uNgqongqoshe Wezempilo e-KZN, uDkt Dhlomo. Uhlelo lweminyaka emine esiBhedlela iWentworth sekuwuhlelo lwesibili ezweni lulandela iTshwane University of Technology enezifundo zochwepheshe bokufakelwa kwezingalo nemilenze. UMnyango Wezempilo e-KZN uzohlinzeka ngemifundaze engama-30 minyaka yonke kubafundi abaqokelwe ukuyofundela iziqu ze Science in Medical Orthotics and Prosthetics. Abayofundela ubudokotela beya eCuba Abazali nabafundi babe nomzuzu ongxube ngenyanga eyedlule ngesikhathi abafundi bevalelisa iNingizimu Afrika sebeyofundela ezobudokotela eCuba, sibonga uhlelo lwezempilo lokusebenzisana kweNingizimu Afrika kanye neCuba. Evalelisa abafundi abangama-96 abebehamba, uNgqongqoshe uDhlomo wabatshela ukuba basebenze ngokuzikhandla, baziphathe kahle bese bemela izwe laseNingizimu Afrika. Laba bafundi bazofunda iminyaka emithathu eCuba bese bebuya sebengodokotela abazosebenza emiphakathini yangakubo. “Liyingqayizivele leli thuba eninikwe lona nina ngabodwana. Baningi abafisa ukuba yinina. Kumele nibekezele eminyakeni yokuqala emithathu ngoba muningi umsebenzi. Kufana nokuthi nisemjahweni ngakho kumele nibe nemiqondo ebukhali, uzitshele ukuthi noseceleni kwakho ukhathele kepha uyabekezela,” kusho uDhlomo. lokho ongakwenza uma unesifo esithathelwana ngocansi Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba Ukuqwashisa ngokuphila nokukhubazeka Basondela ezigidini ezi-3abantu base Ningizimu Afrika abaph-ila nokukhub azeka. Ukuvikela amalungelo abantu abaphila nokukhubazeka U Phindi oneminyaka engama-22, uhlala nomama wakhe endaweni esemakhaya. Waba nokukhubazeka ngenxa yesifo esamphatha esemncane ngakho akakwazi ukuhamba kahle. Iningi lomndeni wakhe nabangani bayamshalazela ngoba bengafuni ukubonakala naye, uchitha isikhathi esiningi eyedwa. Iningi labantu abaphila nokukhubazeka lixoxa indaba efanayo ezweni lethu. Ukuphila nokukhubazeka akusho ukuthi awukwazi kwenza lutho! UPhindi useqedile esikoleni kanti useyakwazi ukufunda nokubhala. Usefunde nezifundo zekhompyutha ngoba efisa ukuyokwenza umsebenzi wasehhovisi emadolobheni. “Ukukhubazeka kwami kwenza ngihudule unyawo uma ngihamba kepha abantu baye bangibuke sengathi ngiyisilima. Iningi labantu liye libuze ukuthi kungani ngingahlali esibhedlela, ngisho sengifaka izicelo zomsebenzi ngisho ukuthi nginenkinga yemilenze kepha ngiyakwazi ukuhamba, bavele bathi ngeke bangiqashe ngoba ngiphila nokukhubazeka. Akulungile lokho, kepha akukho engingakwenza,” echaza. Ukuqeda ukwahlulelwa Ngale nyanga yisikhathi somunye nomunye sokuba sizibheke ukuthi ngabe sibaphatha kanjani abantu abaphila nokukhubazeka. Yilokho sonke esikubonayo? Iqiniso ukuthi umuntu ophila nokukhubazeka angakwazi ukuphila impilo ejwayelekile asebenze njengabanye. Kungaba sesikoleni, emse- IZIBONELELO benzini noma ekhaya, yisikhathi sokuba sibambisane ekuyekeni ukwahlulela abantu abaphila nokukhubazeka. Khuthaza umphakathi wakho ukuba ubabandakanye abantu abaphila nokukhubazeka emibuthanweni nasemicimbini yomphakathi. Yenza ingxenye yakho nawe ukuqeda imigoqo esahlukanisayo bese ukhumbula ukuthi abantu abaphila nokukhubazeka banala malungelo: Ilungelo lokungabandlululwa Ilungelo lokuzimela Ilungelo lezempilo nokuhlunyeleliswa Ilungelo lezemfundo Ilungelo kwezezindlu Ilungelo kwezokuthutha Khumbula! Ukuphila nokukhubazeka akuchazi ukuthi ngeke wazenza izinto ezenziwa abanye abantu – kuchaza ukuthi wenza ngendlela eyehlukile! Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba USUKU LOMHLABA 9 LOKUPHEPHA KWEZIGULI Unamaphi amalungelo njengesiguli? uzibandlela Nsuku zonke kuza izigidi zabantu ezikhungweni zethu zezempilo nakuba kunezinsiza ezinganele, UMnyango Wezempilo uzama ngakho konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi abantu bayaluthola unakekelo kwezempilo. Njengezwe eliziqhenya ngenkululeko kanye namalungelo akumthethosisekelo, kumele sizibuze ukuthi yikuphi okumele sikwenze ngalawo malungelo? Ngabe iziguli zinelungelo lokufuna ukunakwa ngokushesha kube kusanakwe ogula kakhulu? Ngabe abasebenzi bezempilo banelungelo lokukhakhabisa iziguli abazisizayo? Ukuqonda kalula lokhu uMnyango Wezempilo wakhe iCharter Yamalungelo Eziguli ukuze umsebenzi wezempilo kanye nesiguli bezokuqonda kahle lokho okulindeleke kubo. Ukuzikhethela ezempilo Wonke umuntu unelungelo lokuzikhethela umuntu ozomelapha noma isikhungo sokwelashwa uma nje lokho kuhambisana neziqondiso ezimisiwe zokuhlinzekwa kwezidingo. Ukwelashwa umuntu olibonayo igama lakhe Njengomuntu waseNingizimu Afrika unelungelo lalokhu: Wonke umuntu unelungelo lokumazi umuntu omhlinzeka ngezidingo zezempilo futhi kumele abhekelelwe umuntu ogama lakhe lisobala. Indawo enempilo nephephile Ukwenqaba ukwelashwa Wonke umuntu unelungelo lendawo ephephile nenempilo eyokwenza baphile kahle, lokhu kubandakanya amanzi enele, ukulahlwa kokungcolileyo kanye nokuvikeleka kuzo zonke izingozi ezinjengokunukubezeka kwemvelo, ukugula. Ukubamba iqhaza ekuthathweni kwezinqumo Wonke umuntu unelungelo o il lendawo enemep nephephil ezobenza bahlale bephilile Wonke umuntu uneluwnagelo lokunik lele ulwazi oluphee noluqondil ngokugula kwakhe Sonke isakhamuzi sinelungelo lokubamba iqhaza ekwenziweni kwezinqubomgomo zezempilo kanti futhi wonke umuntu unelungelo lokubamba iqhaza ekuthathweni kwezinqumo ezithinta impilo yakhe. Ukufinyeleleka kwezempilo Wonke umuntu unelungelo lokuthola izidingo zezempilo ezibandakanya: Ukuthola ngesikhathi unakekelo olusheshayo kunoma yisiphi isikhungo sezempilo esivuliwe kungakhathalekile noma uyakwazi yini ukukhokha; Ukwelashwa nokuhlunyeleliswa okumele isiguli saziswe ngakho futhi sikuqonde kanye nemiphumela yakho; Ukuhlinzekwa kwezidingo ezikhethekile ezinsaneni, izingane, abesifazane abakhulelwe, asebekhulile, abaphila nokukhubazeka, iziguli ezisezinhlungwini, abaphila negciwane lengculazi noma iziguli zengculazi; Ukwelulekwa ngaphandle kokucwaswa, ukuphoqwa noma udlame ezintweni ezinjengokuhlelwa komndeni, umdlavuza noma igciwane lengculazi nengculazi; Ukudambiswa kwezinhlungu okungambi eqolo nokusebenzayo kulezo zifo ezingelapheki; Ukuzethula ngendlela enonakekelo, inhlonipho, ukubekezela nozwelo kwabasebenzi bezempilo; Ulwazi ngezempilo olubandakanya ukuba khona kwezempilo nokuthi zingasetshenziswa kanjani lezo dingo kwedluliswa ngolimi oluqondwa yisiguli. Umuntu engenqaba ukwelashwa kepha lokho akusho ngomlomo noma akubhale phansi, uma nje kungeke kubeke engcupheni impilo yabanye. Ubumfihlo Ulwazi mayelana nempilo yomuntu, kubandakanya nokwelashwa, kungaziswa ngemvume kuphela, ngaphandle uma kudingwa umthetho noma inkantolo. Ukuqhubeka kokunakekelwa Akekho umuntu okumele anganakwa umsebenzi wezempilo noma isikhungo sezempilo ebesimnakekela. Imvume Wonke umuntu unelungelo lokunikezwa ulwazi oluphelele noluqondile mayelana nokugula kwakhe, indlela yokuhlolwa, ukwelashwa okuhlongozwayo nezindleko zakhona ukuze athathe isinqumo eqonda konke. Ukwedluliselwa ekutholeni umbono wesibili Wonke umuntu unelungelo lokuthola umbono wesibili uma ecele ukuthola umbono womhlinzeki wezempilo azikhethele yena. Ukufaka isikhalo ngokuhlinzekwa kwezempilo Wonke umuntu unelungelo lokufaka isikhalo ngokuhlinzekwa kwezempilo nokuthi leso sikhalo sakhe siphenywe bese aziswa ngomphumela wophenyo. ….La malungelo ahambisana nalokho okumele kwenziwe yisiguli: Leso naleso siguli kumele: Sazise abezempilo ngesifisa kwenzeke uma sishona. Sithobele ukwelashwa esikutholayo nokwelulanyiswa. Sibuze ngokwelashwa okukhokhelwayo nokuhlelela ukukhokha uma kudingekile. Sinakekele amarekhodi aso ezempilo, angakuso. Sinakekele sibuye sivikele isimo sendawo. Sihloniphe amalungelo ezinye iziguli nabahlinzeki bezempilo. Singaxhaphazi uhlelo lonakekelo lwezempilo. Sazi izikhungo zezempilo ezisendaweni yangakubo nokuthi zihlinzeka ngani. Sihlinzeke abezempilo ngolwazi oluqondile mayelana nempilo yaso ukuze sikwazi ukuhlolwa, ukwelashwa, ukwelulanyiswa nokwelulekwa okufanele. Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendlala, Ukunika Ithemba uZibandlela ozi g in Iz a m e w g u k o Y a g Inyan idalwa ukusha ziningi ez Bewazi ukuthi izingozi ingizimu Afrika uma kuqhathaniswa ngokuphindwe kane eNthukile emhlabeni jikelele. namanye amazwe athu kumele ngale nyanga kepha izingozi mweni wokugwema enzeka Nakuba sigxile emgo ezu kwama-80% kw a. Ukusha okungaph sh ku wo ela ya um an ph ak sazi ngom lula. Lokho kuband hu kungagwenywa ka emijondolo kanti lok vuthayo, emlilweni azisondeli esitofini esi ne ga izin i uth nti uk isa ukuqinisek ineminyaka e: 0-14 ka kakhulu izingane ez a sh Ku i. ma en ulu lel Kh nd 5. ha noma ek ezu kwama-5 aneminyaka engaph ab ulu eka. kh ka ph la ku zo ma e ali hil abantu ab dlela eziphep uzane mayelana nezin ed os o . ya pil ha lam ek tho ilo nabasem ni ubungozi boml uthi ungabehlisa kanja Bayokweluleka ngok he abaningi! daweni ukuze kuphep Fundisa nabanye en uzibandlela 1 Usuku LOmhlaba Lengculazi: Ukuvala Igeba Ukuvala Igeba yiwona mgomo wale nyanga woSuku Lomhlaba Lengculazi. Lokho kuchaza ukufundisa, ukunika ulwazi kanye nokukhuthaza bonke abantu emphakathini ukuba bathole izidingo abazidingayo. Ngokuvala igeba, izigidi zabantu abangazazi noma banalo yini igciwane lengculazi bayothola ukwesekwa nokwelashwa abakudingayo. Ukuvala igeba kuchaza umgomo wokuthi kuqambe kufika unyaka wezi-2030 ingculazi ibe isiphele nya! uzibandlela 3 Usuku Lomhlaba Labantu Abaphila Nokukhubazeka isa ngamalungeLolu suku olokuqwash kukhubazeka. Balo abantu abaphila no wa emphakathini, jwayele ukubandlulul kukhumbuzisa ngakho lolu suku olo angalibamba emukuthi baneqhaza ab dinga ukunikwa phakathini ngakho ba ukuthi nabo banithuba lokukhombisa akathini. genza okuthile emph uzibandlela 9 Usuku Lomhlaba Lokuphepha Kweziguli Inhlan- uzibandlela 5 Usuku Lomhlaba Lamavolontiya hlabeni jikelele Lolu suku lwaziswa em o abachitha lab njengolokukhumbula a namakhono zis isikhathi sabo beseben mahhala. Ake ye an abo ekunakekeleni ab ke singenza njalo ucabange nje uma son usiza abadinga Uk ? emiphakathini yethu a mahhala nik ku usizo, ukwabelana no nalanga bathi ho nts lokho esinakho. Abase na sithi Ubuntu – ukuvolontiya kepha thi ake sibubuyise! uzibandlela 10 Usuku Lomhlaba Lamalungelo Abantu Lolu usuku a pilo yethula lolu gayo Yomhlaba Yezem a UkuMenyezelw i abantu bayuth lomhlaba lokuhloniph suku ukuqinisekisa uk elo Abantu. ENinabo okuphepha Emhlabeni Kwamalung awaqonda amalungelo u lugujwa zingaguli amalungelo gizimu Afrika lolu suk ezibhedlela. Njengesi humbula ababulawa thosisekelo kanye ma-21 kuNdasa ukuk akho avikeleke kumthe imizuzwana ukhuYeziguli. Kumele eSharpeville. Sebenzisa nakuCharter Yempilo ngokubaluleka kuthi neziguli nazo lume nezingane zakho sibuye sikhumbule no lekumele zilwazise impilo yazo nend kwalolu suku nokuthi zimelwe ukunakekela o gi abalulwela asebenzi bezempil lolu suku ngoba banin la eziphatha ngayo ab ye kan a an izimu Afrika. iph ing lon eN uh nabalufela lapha – ukubekezelelana, uk ma ngayedwana no namalungelo omuntu kwenze. ba bebaningi nokumele ala, Ukunika Ithemba Ukulwa Nezifo, Ukulwa Nendl
© Copyright 2024