EMMANUEL CATHEDRAL UMDLINZO Cathedral Road, Durban, 4001, RSA, Tel : (031) 3063595/6 Fax: (031 3063597, Website: http:// Facebook Page: ‘Emmanuel Cathedral’ wwww.emmanuelcathedral.org.za, Email: [email protected] INOVENA YEZWI EILODWA NGOSUKU Izinsuku ezingu 9 kusukela ngoSuku Lwabacwebileyo Bonke, bheka ezifundweni zansukuzonke (ezikwincajwana yezaziso) ukhethe IZWI ELILODWA elikuthathile. Libhale phansi. Ngemva kwezinsuku ezingu 9 uzobe usunamagama angu 9. Ngalamagama angu 9 zenzele umusho noma imisho emibili emifishane. Uma uthanda ungawufaka Umzindlo wakho eBhokisini laBafileyo. Uma sithola impendulo enhle kungenzeka siyifake kuMzindlo, sibone ukuthi uMoya Ongcwele usiholelaphi njengomndeni wase-Emmanueli Khathedrali. INovena iqala ISITATIMENDE SOMBONO KANYE NOBIZO LWETHU Umphakathi kaNkulunkulu osiza abantu. Umphakathi owamukelanayo ogxile ezwini likaNkulunkulu. Sithokozele ukwahlukahlukana kwethu njengomndeni kaNkulunkulu ophuphumayo ngokomoya. Sizinikele ekuthandeni uNkulunkulu kanye nomakhelwane wethu. UMPHATHI: FR. STEPHEN TULLY ngomhlaka 02 ize iphele mhlaka 10 Novemba. AKE SINCOKOLE NGEZIKAMOYA. ISIKELA LOMPHATHI: FR. MALUSI ZACA Esikhuthaza kakhulu emphakathini emncane yamaKristo imindeni kanye nabanye abantu noma emaqenjini. NGOLOKUCWETSHISWA KWENDLU YESONTO ELIKHULU LASELATERAN Isifundo sokuqala(Ezakiel 47: 1-2. 8-9. 12)“Ngabona amanzi ephuma ethempelini, bonke-ke abafikelwa yilamanzi basindiswa..” Isiphendulo HI. 45: Amanzi esizinda anikeza injabulo kuNkulunkulu, ilapho indawo engcwele ikhona. Isifundosesibili (1Cor. 3: 9c-11. 16-17)”Nilithempeli likaNkulunkulu.’’ IVANGELI (Jn. 2: 13-22) “Wayekhulume ngethempeli lomzimba wakhe.” UMDIKONI: REV. MATTHEW NDLELA UMSIZI WEZOKWALUSA: SR. MARION MILLANE HF USIHLALO WOMKHANDLU: MRS. BUNNY VAN DER MERWE ISEKELA LIKASIHLALO : MR. THABO ZWANE 01-02 NOVEMBER 2014 UMKHOSI WABACWEBILEYO BONKE Isifundo sokuqala: UKUKHULEKELA ABAGULAYO Mercy Tsitsi Hororo, Miss .Felix Monty, Zethu Ngobese , Louise Cherie, Dudu Miya, Kelvin J. Usher, Shirley Burke, Kimoto Kungwa, Justina Fushai, Ethan Fushai, Katherine Koenorsk (John’s baby). Sicela sikhulekele abagulayo. Sineqembhu elinakekela abagulayo kanye nabadala noma ngabe basemakhaya noma ezibhedlela. Uma ufisa ukwazi kabanzi ngaloluhlelo ungaxhumana no Mama uThabile Cele kulezizinombholo zocingo: 082 781 0886 noma 031 2617848 Nomake uqonde ngqo emahhovisi epherishi uyozibika. Noma ushayele amahhovisi ethu kulolucingo 031 306 3595. Ukuze ogulayo noma umuntu osemdala angene kuloluhlelo ungaletha (1) igama nesibongo sakhe (2) ikheli lapho ehlala khona (3) inombholo yocingo (4) bese nawe uzisho ukuthi ungubani nokuthi wena utholakalaphi. Sinohlelo lokuthi uma sekuphele izinyaka ezintathu sifake amagama amasha. IZINOMBOLO EZIBALULEKILE ORGANIZATION CONTACT PERSON Isambulo 7: 2-4, 9-14 “Ngabona isixuku esikhulu esingenakubalwa muntu sabavela kuzo zonke izizwe, nezifunda, nabantu, nezilimi..” CONTACT 1. Centre Manager Jean-Marie Ntamubano 031 301 2240 2. Nkosinathi Project Ishmael Chishanu 078 199 5685 3. SVDP Albert Hororo 079 611 9840 4. Refuge Pastoral Care Hupenyu Makusha 031 307 1074 5. Baptism (0—5 Months) Dc Mathew Ndlela 031 306 3595 6. Catechism Maria Sissing 083 246 4444 7. Confirmation Leonie Sissing 082 431 6256 8. RCIA Iris Niemack 073 646 7629 9. JOBLINX Mike Chauke 072 524 0553 Isihlabelelo sokuphendula Hl.23 Yiso lesi isizukulwane sabafuna ubuso bakho, Nkosi. 1. Umhlaba ngoweNkosi, nakho konke okukuwo, Amazwe ngamazwe nabakhé kuwo. Ngoba yona yawusekela phezu kwezilwandle, Yawuqinisa ngaphezu kwamanzi. R 2. Ngubani ongenyukela entabeni yeNkosi, Ngubani ongahlala endaweni yayo engcwele na? Yilowo onezandla ezimhlophe nenhliziyo ecwebile, lowo onganamathelisi umoya wakhe kokulize. R 3. Nguye ozohlahlameliswa yiNkosi, Amukele umvuzo kuNkulunkulu, uMsindisi wakhe. Yiso lesi isizukulwane sabamfunayo, Abafuna ubuso bukaNkulunkulu kaJakobe. R Yiso lesi isizukulwane sabafuna ubuso bakho, Nkosi Isifundo sesibili “Siyakumbona uNkulunkulu njengoba enjalo.’’ Alleluya, alleluya. Wozani kimi nonke nina enikhathazekile nisindwa, mina-ke ngizoniphumuza, kusho iNkosi. Alleluya. IVangeli Mt. 5: 1-12a ‘’Thokozani nesase, ngoba umvuzo wenu mkhulu ezulwini.” 1 Jn. 3: 1-3 OKWENZEKA ZONKE IZINSUKU uMsombuluko 03 November: R1 Eph 2, 1-4; Ps 130, 1. 2. 3. Ev Lc 14, 12-14. 06h30: Mass 07h00: Umkhuleko wasekuseni 10h00: IMisa uLwesibili 04 November: St Charles Borromeo. Bishop, memorial. R1 Eph 2, 5-11; Ps 21, 26b-27. 28-30a. 31-32. Go Lk 14, 15-24. 06h30: Imisa 07h00: Umkhuleko wasekuseni 17h00: Charismatic Group 7. UMPHATHI WE DHC: Ngemiphumela yesabelomali esivela kwi- Batho Batho Trust, sesikwazi ukukhangisa ngesikhala soMphathi we-DHC. Isikhangiso sisebhodini lezaziso. Uma uzazi ukuthi uwufanele lomsebenzi ungafaka isicelo salesisikhundla, noma kunomaziyo ukuthi angafanelwa ilesisikhundla ungaxhumana nehhovisi. 8. ISICELO SOMKHULEKO WESIFUNDABHISHOBHI: Bonke abafisa ukuba abanxuseli beSifundabhishobhi, bacelwa ukuba babhalise amagama abo etafuleni loMkhandlu. uLwesithathu 05 November: R1 Eph 2, 12-18; Ps 26, 1. 4. 13-14. Go Lk 14, 25-33. 06h30: Imisa 07h00:Umkhuleko wasekuseni 10h00: Imisa 9. UMBHABHADISO WABANTWANA: Inkonzo yombhabhadiso iyokwenziwa Ngo Mqgibelo, 8 November 2014 ngo 08h00 ekuseni. uLwesine 06 November: R1 Eph 3, 3-8a; Ps 104, 2-3. 4-5. 6-7. Go Lk 15, 1-10. 06h30: IMisa 07h00: UMkhuleko wasekuseni uLwesihlanu 07 November: R1 Phil 3, 17—4, 1; Ps 121, 1-2. 3-4a. 4b-5. Go Lk 16, 1-8. 06h30: IMisa 07h00: Umkhuleko wasekuseni 10h00: IMisa IZIMEMEZELO 10. IZITHOMBE ZABE RCIA: Ziyatholakala izithombe zabo bonke ababhadiswa nabe RCIA emva kwamaMisa kusukela ngoMgqibelo mhlaka 13 Sept. 2014 zibiza R 7.00 ngasinye. Kuthintwa uNigel 0828633368/0736467629. UKUDUMISA UBUSUKU BONKE uMgqibelo 08 November: R1 Phil 4, 10-19; Ps 111, 1-2. 5-6. 8a and 9. Go Lk 16, 9-15. 07h00: IMisa 11h00-12h00 & 16h30 - 17h00: Ukuvuma 17h30: IMisa ISonto 09 November: Isonto lesi 32 Lenkathi Yonyaka—A. NGOLOKUCWETSHISWA KWENDLU YESONTO ELIKHULU LASELATERAN 07h45: IMisa (English) 10h00: IMisa (Multi-lingual) 12h00: IMisa (IsiZulu) IZIMEMEZELO 1.UMNIKELO WESIBILI: Umnikelo wesibili kulelisonto owokuvalelisa uMdikoni uNdlela ozoba ngomhlaka 29 November. Sicela ninikele ngesihe. 2. AMALUNGISELELO OMHLANGANO WONYAKA E-EMMANUEL KHATHEDRALI: Bonke abazalwane bamenyiwe emhlanganweni ozoba ngoMgqibelo mhlaka 15 Novemba 2014, kusukela ngo 09h00 13h00, ehholo laseSurat. BONKE ABAHOLI NABAPHATHI BABO KUMELE BAPHUMELELE. 3. ISIPHAMBANO SAMABIZELO: Kuneziphambano eziyi-15 ezenziwe ngokhuni ezingabuyiswanga zokukhulekela AMABIZELO. Uma ungomunye wabazithathayo wangasibuyisa, ucelwa ukuba usibuyise epherishini ngokushesha. 4. UKUVALELISWA KUKA- MDIKONI NDLELA: Kuyoba ngoMgqibelo mhlaka 29 Novemba 2014. IMisa lingo 10h00 ekuseni. Kumele silwenze lubaluleke lolusuku njengoba esesebenze lapha e-Emmanueli Khathedrali iminyaka esifinyelela kwengu 25, futhi esebenza kahle. Asenze kube umcimbi wangempela. 5. AMAFOMU OKUBALWA: Wonke amalunga epherishi kumele agcwalise lefomu. Uma ungayigcwalisile uyothathwa njengosewashiya epherishini. SIBALULEKILE LESISICELO. Amafomu ayatholakala etafuleni lomkhandlu. 6. IEMMANUEL KHATHEDRALI IHLONGOZA UKUHAMBELA INDAWO ENGCWELE: Kuzoyiwa eVatican City eRome, San Giovanni Rotondo nase Medjugorge kusukela mhlaka 03 kuya 15 Okthoba 2015. Ukubekisa isikhala ungashayela uJuly eValley View Travel ku 0312664042 / 0731436992. Ungabheka nasebhodini lezaziso ngolunye ulwazi. 11. UMHLANGANO WABAMUKELISI: Uzoba mhlaka 08 Novemba 2014 ebhilidini iSurat kusukela ngo 14h00 - 16h00. Kuthintwa uMnuz. Victor Alexander kwethi 0832728265. 12. UMHLANGANO WABAMUKELISI: Ungomhlaka 8 Novemba 2014 ngo 09h00 – 12h00 eFatima eseDurban North. Ungathinta uMnuz. Alexandra 0832728265. 13. KUFUNAKALA BONKE ABASHA BESIFAZANE: Kuzoba nomhlangano wamabizelo namhlanje ngo10h00 ekuseni eBhilidini iSurat. NONKE NAMUKELEKILE. Kuthintwa uSr. Marion ku 0761775151. 14. UMHLANGANO WENHLIZIYO: Uzobe udayisa ngamaCalendar ukuthola imalo yokuphekela abapriste nemindeni yabo ngomhlaka 25 November. Icalendar libiza R30 ngalinye. Nokuthokoza Mgenge 0736603389. 15. IKOMITHI LOBULUNGISWA NOXOLO: Kucelwa ibandla ukuba lisile abasezinhlelweni zokulungiswa izimilo ngenxa yewhoonga ukuba bafinyelele ekugcineni, bangaphansi kuHlelo iQalakabusha, ngokubanika amathuba emisebenzi. Sibhekela abayi– 11 imisebenzi okuyibona abathembisayo, abazinikele nabazimisele. Njengamanje sinxusela ikakhulukazi uSthembiso onolwazi lokubaza ofisa ukuqasheka ngokushesha. Ngolunye ulwazi nicelwa nibheke ebhodini lezaziso noma nixhumane noSonhlalakahle uMbali ku Ismael… Asibeseke abafowethu nodadewethu abazivuselelayo. 16. INDALI YOHLELO LUKA-NKOSINATHI: Kuzoba nendali namhlanje emva kwawo wonke amaMisa. Sicela nikweseke lokhu njengoba siqongelela imali yomcimbi kaKhisimusi. Ungathinta uIshmael ku 0781995685. 17. UHAMBO LWASENGOME LWE CMO: Sekuyisikhathi sokuphindela eNgome siyinhlangano yamadoda . Kuhanjwa mhlaka 21 - 23 Novemba 2014. Ungathinta uMnuz. Augustine Ndidi kwethi 0824308831. 18. IMVUSELELO YABESAKHIWO NG0 2015: Iqembu lesakhiwo lihlele imvuselelo yangomhlaka 15-18 Januwari 2015 ezoba se-Ukuphila Retreat Centre eBluff ebiza R650 umuntu. Idiphozi ifunakala ekupheleni kuka Novemba. Ungathinta uNkk. Helen 0724246070. 19. SOUTHERN CROSS: ISSUES OF OCTOBER 29 TO November 4, 2014 1. Daswa cause in need of funds 2. Durban couple on attending synod 3. Family synod: The final analysis 4. Pilgrimage in Lourdes and Fatima 5. Finding God at work THIS WEEK’S EDITORIAL: LESSONS FROM A CARDINAL’S MEDIA FIASCO
© Copyright 2025