EMMANUEL CATHEDRAL

EMMANUEL CATHEDRAL
UMDLINZO
Cathedral Road, Durban, 4001, RSA, Tel : (031) 3063595/6 Fax: (031 3063597, Website: http://
Facebook Page: ‘Emmanuel Cathedral’
wwww.emmanuelcathedral.org.za, Email: [email protected]
INOVENA YEZWI EILODWA NGOSUKU
Izinsuku ezingu 9 kusukela ngoSuku Lwabacwebileyo Bonke, bheka ezifundweni zansukuzonke (ezikwincajwana yezaziso) ukhethe IZWI ELILODWA elikuthathile. Libhale phansi.
Ngemva kwezinsuku ezingu 9 uzobe usunamagama angu 9. Ngalamagama angu 9 zenzele
umusho noma imisho emibili emifishane. Uma uthanda ungawufaka Umzindlo wakho eBhokisini laBafileyo. Uma sithola impendulo enhle kungenzeka siyifake kuMzindlo, sibone ukuthi
uMoya Ongcwele usiholelaphi njengomndeni wase-Emmanueli Khathedrali. INovena iqala
ISITATIMENDE SOMBONO KANYE NOBIZO LWETHU
Umphakathi kaNkulunkulu osiza abantu.
Umphakathi owamukelanayo ogxile ezwini likaNkulunkulu.
Sithokozele ukwahlukahlukana kwethu njengomndeni kaNkulunkulu ophuphumayo ngokomoya.
Sizinikele ekuthandeni uNkulunkulu kanye nomakhelwane wethu.
UMPHATHI: FR. STEPHEN TULLY
ngomhlaka 02 ize iphele mhlaka 10 Novemba. AKE SINCOKOLE NGEZIKAMOYA.
ISEKELA LOMPHATHI: FR. MALUSI ZACA
Esikhuthaza kakhulu emphakathini emncane yamaKristo imindeni kanye nabanye abantu noma emaqenjini.
ISONTO LAMA 33 LENKATHI YONYAKA—A
Isifundo sokuqala(Ezek. 34: 11-12, 15-17)“Nina ningumhlambi wami, kodwa ngiyanahlulela njengomalusi ehlukanisa izimvu ngezimvu.”
Isiphendulo HI. 22: INkosi ingumalusi wami, angiyikuswela lutho.
Isifundosesibili (1Khor. 15: 20-26a, 28)”Uyakunikezela uNkulunkulu uYise umbuso.’’
IVANGELI (Mt. 25: 31-46) “Iyakuhlala phezu kwesihlalo sayo sobukhosi.”
UMDIKONI: REV. MATTHEW NDLELA
UMSIZI WEZOKWALUSA: SR. MARION
MILLANE HF
USIHLALO WOMKHANDLU: MRS. BUNNY VAN
DER MERWE
ISEKELA LIKASIHLALO : MR. THABO ZWANE
15-16 NOVEMBER 2014
ISONTO LAMA-33 LENKATHI YONYAKA—A
Isifundo sokuqala:
UKUKHULEKELA ABAGULAYO
Mercy Hororo, Felix Monty, Zethu Ngobese , Kimoto Kungwa, Justina Fushai, Ethan Fushai, Katherine
Koenorsk, Ether Gielink, Esme Langton, Lindelwa Zeka & family, Nomusa Mpanza & family, Nhlanhla
Zwane & family. Sicela sikhulekele abagulayo. Sineqembhu elinakekela abagulayo kanye nabadala
noma ngabe basemakhaya noma ezibhedlela. Uma ufisa ukwazi kabanzi ngaloluhlelo ungaxhumana no
Mama uThabile Cele kulezizinombholo zocingo: 082 781 0886 noma 031 2617848 Nomake uqonde ngqo
emahhovisi epherishi uyozibika. Noma ushayele amahhovisi ethu kulolucingo 031 306 3595. Ukuze ogulayo noma umuntu osemdala angene kuloluhlelo ungaletha (1) igama nesibongo sakhe (2) ikheli lapho
ehlala khona (3) inombholo yocingo (4) bese nawe uzisho ukuthi ungubani nokuthi wena utholakalaphi.
Sinohlelo lokuthi uma sekuphele izinyaka ezintathu sifake amagama amasha.
IZINOMBOLO EZIBALULEKILE
ORGANIZATION
CONTACT PERSON
Izaga 31: 10-13, 19-20, 30-31
“Owesifazane oqotho usebenza ngokuhlakanipha nangamandla nangekhono.”
Isihlabelelo sokuphendula
Hl.127
Banenhlanhla bonke abayesabayo iNkosi.
1. Ubusisiwe umuntu oyesabayo iNkosi,
2. Inkosikazi yakho iyoba njengevini elinezithelo eziningi,
ohamba ngezindlela zayo.
elihlumayo emzini wakho.
Uzakudla izithelo zemisebenzi yezandla zakho.
Abantwana bakho bayozungeza isithebe sakho,
Uyobusiswa, uhambe kahle. R
njengezithombo zamasundu. R
3. Bhekani, ubusiswa kanje wonke umuntu owesaba iNkosi.
Mayikuhlahlamelise iNkosi iseSioni,
udeliswe yinhlanhla yaseJerusalema zonke izinsuku zokuhamba kwakho. R
CONTACT
1. Centre Manager
Jean-Marie Ntamubano
031 301 2240
2. Nkosinathi Project
Ishmael Chishanu
078 199 5685
3. SVDP
Albert Hororo
079 611 9840
4. Refuge Pastoral Care
Hupenyu Makusha
031 307 1074
5. Baptism (0—5 Months)
Dc Mathew Ndlela
031 306 3595
6. Catechism
Maria Sissing
083 246 4444
7. Confirmation
Leonie Sissing
082 431 6256
8. RCIA
Iris Niemack
073 646 7629
9. JOBLINX
Mike Chauke
072 524 0553
Banenhlanhla bonke abayesabayo iNkosi.
Isifundo sesibili
“Usuku lweNkosi malungaze lunizume njengesela.’’
Alleluya, alleluya.
Hlalani kimi nami ngihlale kini, kusho iNkosi; ohlezi kimi nguye othelayo izithelo eziningi.
Alleluya.
IVangeli
Mt. 25: 14-30
‘’Ngoba uthembeke ekuphatheni okuyingcosana, ngena entokozweni yenkosi yakho.”
1 Thess. 5: 1-6
OKWENZEKA ZONKE IZINSUKU
uMsombuluko 17 November: St Elizabeth of Hungary, Religious, memorial.
R1 Rev 1, 1-4; 2, 1-5a; Ps 1, 1-2. 3. 4 and 6. Go Lk 18, 35-43.
06h30: Mass
07h00: Umkhuleko wasekuseni 10h00: IMisa
uLwesibili
18 November:
R1 Rev 3, 1-6. 14-22; Ps 14, 2-3ab. 3cd-4ab. 5. Go Lk 19, 1-10.
06h30: Imisa
07h00: Umkhuleko wasekuseni
17h00: Charismatic Group
uLwesithathu 19 November:
R1 Rev 4, 1-11; Ps 150, 1-2. 3-4. 5-6. Go Lk 19, 11-28.
06h30: Imisa
07h00:Umkhuleko wasekuseni
10h00: Imisa
uLwesine
20 November:
R1 Rev 5, 1-10; Ps 149, 1-2. 3-4. 5-6a and 9b. Go Lk 19, 41-44.
06h30: IMisa 07h00: UMkhuleko wasekuseni
uLwesihlanu 21 November: Presentation of the B.V. Mary, memorial.
R1 Zec 2, 14-17; Ps Lk 1, 46-47. 48-49. 50-51. 52-53. 54-55. Go Mt 12, 45-50.
06h30: IMisa 07h00: Umkhuleko wasekuseni
10h00: IMisa
UKUDUMISA UBUSUKU BONKE
IZIMEMEZELO
lomsebenzi ungafaka isicelo salesisikhundla, noma kunomaziyo ukuthi angafanelwa ilesisikhundla ungaxhumana nehhovisi.
9. KUDINGEKA OZOBA UMBHEKI WEDHC: Sidinga oyisakhamuzi ozobheka iDHC. Lomsebenzi unalokhu
okulandelayo; ikamelo linye lokulala, indawo yokugezela nendlu yangasese, isesitezi sokuqala kanye neholo
lokudla. Lomsebenzi udinga umuntu (noma abashadikazi) onamandla ephila kahle osempeshenini, olaziyo
iqhaza nokubaluleka kweSikhungo. Abenolwazi lokugcina konke kusesimweni esikahle. Uma ufisa lesisikhala, ungabheka ebhodini lezaziso noma ubonane nehhovisi.
10. IKomidi lamaBizelo leSifundabhishobhi saseThekwini, lizoba nemvuselelo yamaBizelo ngomhlaka 1 – 2
Disemba 2014 eGlenmore Pastoral Centre. IMisa liyoqala ngo 10h00 ekuseni, bonke abantu abasha besilisa
(kusukela kuma High School kuya phezulu) bayamenywa ukuhambela lemvuselelo. Kuphathwa amaBhayibheli
nokokubhala. Kuyobe kuphethe uMbhishobhi Barry OMI. Kuthintwa uFata M Ngcobo
0332631884/0729611658 noma uFr Michael Nadaraju ku 0333865548 / 0721207859.
11. IMVUSELELO YOBUSUKU BONKE: IngoLwesihlanu mhlaka 21 Novemba 2014 kusukela ngo 18h00
ebusuku kuya ku 06h00 ekuseni. Ikwaya yesizulu izohola umculo ubusuku bonke. Nonke niyamenywa.
uMgqibelo
22 November: St Cecelia, Virgin & Martyr, memorial.
R1 Rev 11, 4-12; Ps 143, 1. 2. 9-10. Go Lk 20, 27-40.
07h00: IMisa
11h00-12h00 & 16h30 - 17h00: Ukuvuma 17h30: IMisa
12. IMISA NGESIFULENTSHI: Ngolwesine mhlaka 27 November 2014 ngo 17h00 ntambama eKhathedrali.
Ngemininingwane ungathinta Esperence ku 0849169017 / 0742000904.
ISonto
23 November: NGOLUKAJESU KRISTO, INKOSI YENDALO YONKE—A
07h45: IMisa (English) 10h00: IMisa (Multi-lingual) 12h00: IMisa (IsiZulu)
13. EZEKHATHEKIZIMA: Kunamakilasi namhlanje emva kweMisa lika 07h45 njengenjwayelo. Kuthintwa
uSr. Marian 0761775151
IZIMEMEZELO
1.UMNIKELO WESIBILI: Umnikelo wesibili kulelisonto oka Nkosinathi. Sicela ninikele ngesihe.
2. UKUVALELISWA KUKA- MDIKONI NDLELA: Kuyoba ngeSonto mhlaka 30 Novemba 2014. IMisa liyongena ngo 07h45 ekuseni kuthi imisa elikhulu libe ngo 10h00 ekuseni. Kumele silwenze lubaluleke
lolusuku njengoba esesebenze lapha e-Emmanueli Khathedrali iminyaka esifinyelela kwengu 25, futhi
esebenza kahle. Asenze kube umcimbi wangempela. Angeke libe khona imisa lango 12h00.
14.UMCIMBI WOKUPHELA KONYAKA WABEKHATHEKIZIMA: Umcimbi wabantwana bekhathekizima
wokuphela konyaka ngomhlaka 23 Novemba 2014 emva kweMisa lika 07h45. Uzokwenzelwa ngaphandle
egcekeni lendlu yabapriste. Kuthintwa uMaria Sissing ku 0832464444.
15. UMHLANGANO WABAMUKELISI: Ungomhlaka 22 Novemba 2014 ngo 09h00 – 12h00 eFatima eseDurban North. Ungathinta uMnuz. Alexandra 0832728265.
3. IMISA LABAPRISTE ASEBASHONA BESIFUNDABHISHOBHI: Lizoba ngoMsombuluko mhlaka 24
Novemba 2014, ngo 10h00 ekuseni, nonke niyamenywa.
16. UMHLANGANO WENHLIZIYO: Uzobe uqongelela izimali zokuphekela abapriste bomkhandlu weDiocese kanye nemindeni yabo. Kuyoba nomncintiswano ngalelolanga, oyophumelela uyoklonyeliswa ngobhaskidi ogcwele igrosa. Sizobe sidayisa amaCalenda ngenani lika R30 ngalinye, chips R7 kanye nama Hot
dog R6 kuwowonke amaMisa. Ukungenela ungagcwalisa ifomu ngenani eliqala ku R5 nangaphezulu. Ungashayela uNokuthokoza ku 0736603389 noma uThandiwe ku 0781192525.
4. ISIPHAMBANO SAMABIZELO: Kuneziphambano eziyi-15 ezenziwe ngokhuni ezingabuyiswanga zokukhulekela AMABIZELO. Uma ungomunye wabazithathayo wangasibuyisa, ucelwa ukuba usibuyise
epherishini ngokushesha.
17. INDALI YOHLELO LUKA-NKOSINATHI: Kuzoba nendali namhlanje emva kwawo wonke amaMisa.
Sicela nikweseke lokhu njengoba siqongelela imali yomcimbi kaKhisimusi. Ungathinta uIshmael ku
0781995685.
5. INDAWO YOKUPAKA IZIMOTO: Kuzolungiswa indawo yokupaka izimoto ezingma-21, emasontweni
amabili azayo. Sidinga ukuqongelela imali engu R87 900 ukulungisa endaweni engumngenela wezimoto.
18. UHAMBO LWASENGOME LWE CMO: Sekuyisikhathi sokuphindela eNgome siyinhlangano yamadoda .
Kuhanjwa mhlaka 21 - 23 Novemba 2014. Ungathinta uMnuz. Augustine Ndidi kwethi 0824308831.
6. AMAFOMU OKUBALWA: Amafomu okubala amalunga epherishi azovala mhlaka 23 Novemba. Sicela
nenze isiqiniseko sokuthi niwagcwalisile amafomu.
19. IMVUSELELO YABESAKHIWO NG0 2015: Iqembu lesakhiwo lihlele imvuselelo yangomhlaka 15-18 Januwari 2015 ezoba se-Ukuphila Retreat Centre eBluff ebiza R650 umuntu. Idiphozi ifunakala ekupheleni kuka
Novemba. Ungathinta uNkk. Helen 0724246070.
7. IEMMANUEL KHATHEDRALI IHLONGOZA UKUHAMBELA INDAWO ENGCWELE: Kuzoyiwa
eVatican City eRome, San Giovanni Rotondo nase Medjugorge kusukela mhlaka 03 kuya 15 Okthoba 2015.
Bonke abathanda ukuhamba bangabekisa indawo ngokushayela uJudy eValley View Travel ku
0312664042 / 0731436992, kwazise sebesalelwe izihlalo ezingu 15 kuphela. Ungabheka nasebhodini lezaziso
ngolunye ulwazi.
20. SOUTHERN CROSS: ISSUES OF NOVEMBER 12 TO 18, 2014
1. Priests on cellphones at Mass
2. SA Church and the Year of Consecrated Life
3. Story of a Eucharistic miracle
4. Prince Charles slams religious hatred
5. The roots of Original Sin explained
8. UMPHATHI WE DHC: Ngemiphumela yesabelomali esivela kwi- Batho Batho Trust, sesikwazi ukukhangisa ngesikhala soMphathi we-DHC. Isikhangiso sisebhodini lezaziso. Uma uzazi ukuthi uwufanele
THIS WEEK’S EDITORIAL: SOLIDARITY OF FAITHS